U-Abena osenyamalale isikhathi eside uthi uyakujabulela ukujoyina umdlalo wakumabonakude.
Uthi uyakujabulela ukuba semdlalweni yakumabonakude futhi ngathi ubuyele ekhaya.
OLUNYE UDABA:Owaduma kuGenerations usezobonakala kuRhythm City
U-Abena ujwayele ukucasha uma engekho kumabonakude kanti uthanda ukubuka ithelevishini noma azifundele izincwadi, kubika abeDrum.
U-Abena wayedlala indawo kaLerato Modise kuGenerations ngonyaka wo-2000 kanti njengamanje ubonakala kuRhythm City edlala indawo yokuba wummeli.
- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho