Share

Owesifazane uthi ungumama kaThandeka weSibaya

Johannesburg - U-Elizabeth Mbataha, 48, wakwaMhlanga eMpumalanga uthi usukasambe wentokazi enguNomzamo Mbatha, odume ngelikaThandeka weSibaya, uyindodakazi yakhe.

U-Elizabeth uthi kunye kuphela akucelayo, ukuthi ingane yakhe ibuyele ekhaya.

Utshele iSunday Sun ukuthi usechithe iminyaka engu-16 ethungatha indodakazi yakhe eyahamba nobaba wayo isencane ngo-1998.

“UNomzamo ubefunda eSihlezi Primary School, kwaMhlanga, kwaze kwaba umndeni uthuthela eClermont, eThekwini.

OLUNYE UDABA: Kuthiwa azimhambeli kahle izinto oweSibaya

“Izinto azisihambelanga kahle nobaba wakhe wase engiphuca umntwana wami. Sekukaningi ngizama ukuthola indodakazi yami kepha ngingaphumeleli.”

Uthi watshelwa ngumakhelwane ukuthi ubone indodakazi yakhe kuSibaya.

“Ngathi uma ngivula umabonakude angikholwanga ukuthi ngibona indodakazi yami!”

U-Elizabeth uthi uzimisele ngokwenza ulibofuzo (DNA) ukuze atshengise ukuthi ungumama kaNomzamo wangempela.

Ethintwa uNomzamo uthe ngeke aphawule ngale ndaba ngoba ingaphezu kwamandla akhe.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
64% - 462 votes
No! It's time to move on ...
36% - 259 votes
Vote
Rand - Dollar
19.01
+1.1%
Rand - Pound
23.79
+0.7%
Rand - Euro
20.40
+0.8%
Rand - Aus dollar
12.40
+0.7%
Rand - Yen
0.12
+1.2%
Platinum
925.50
+1.5%
Palladium
989.50
-1.5%
Gold
2,331.85
+0.7%
Silver
27.41
+0.9%
Brent Crude
88.02
-0.5%
Top 40
68,437
-0.2%
All Share
74,329
-0.3%
Resource 10
62,119
+2.7%
Industrial 25
102,531
-1.5%
Financial 15
15,802
-0.2%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE