Share

Owodumo lukamabonakude ujoyina iRadio 2000

Johannesburg – Isihlabani sikamabonakude u-Andile Ncube usejoyine isiteshi somsakazo esingaphansi kweSABC iRadio 2000 njengomethuli omusha wezemidlalo ngokusho kombiko.

Ngokubika kweSowetanlive uNcube uzosebenzisana nabanye ozakwabo kwezemidlalo okubalwa kubo uKass Naidoo noRomy Titus phakathi nezinsuku kusukela ngelesithupha kuya kwelesikhombisa kusihlwa.

Ngokusho kukaNcube lolu hlelo azolwethula luqukethe ezisematheni zemidlalo eyahlukene emhlabeni jikelele emikhakheni eyahlukene.  

“Ukuqala kwami emkhakheni wezikaqedisizungu ngenza izinhlelo zobumnandi nomculo kungisizile ngendlela engethula ngayo ezemidlalo.

OLUNYE UDABA: OweKwaito uhlalise lubhojozi umakhwapheni - Umbiko

Ngizama ngasosonke isikhathi ukwenza okwehlukile kunokujwayelekile uma kwethulwa uhlelo lwezemidlalo ukuze ababukeli nabalaleli bakuthokozele ukubuka nokulale uhlelo lwezemidlalo,” kusho uNcube oke wasebenza emsakazweni i-5FM neTruFM kanti useke waba ngumethuli wezinhlelo kwaSABC 1 waphinde wathula nohlelo lomculo kusona lesi siteshi iLive.

UNcube ungumethuli wezemidlalo kumabonakude kwaseSABC.

Uphethe ngokuthi uyajabula ngendlela izinto ezimhambela ngayo emkhakheni wezemidlalo njengoba esaqhubeka nokukhula kuwona.

        - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

            - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think corruption-accused National Assembly Speaker Nosiviwe Mapisa-Nqakula will survive a motion of no confidence against her?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, her days are numbered
42% - 385 votes
Yes, the ANC caucus will protect her
58% - 529 votes
Vote
Rand - Dollar
18.94
-0.2%
Rand - Pound
23.91
-0.1%
Rand - Euro
20.43
+0.2%
Rand - Aus dollar
12.34
+0.1%
Rand - Yen
0.13
-0.2%
Platinum
910.50
+1.5%
Palladium
1,016.25
+1.4%
Gold
2,221.48
+1.2%
Silver
24.88
+1.0%
Brent Crude
86.09
-0.2%
Top 40
68,346
+1.0%
All Share
74,536
+0.8%
Resource 10
57,251
+2.8%
Industrial 25
103,936
+0.6%
Financial 15
16,502
-0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE