Share

Sekuqinisekisiwe: UKarabo ubuyela kwiGenerations

Johannesburg – Sekuqinisekisiwe ukuthi isihlabani somlingisi wakuleli uConnie Ferguson ukhuza ibuya emdlalweni weGenerations okulindeleke ukuba uqale ngoDisemba kulo nyaka. 

Ngokombiko we-Timeslive uFerguson ozakhele udumo edlala indawo kaKarabo Moroka kulo mdlalo uvumile ukuthi ukhuza ibuya kwiGenerations.

UKarabo uzokhumbuleka kulo mdlalo ngamadoda ahlukene athandane nawo kanti ababukeli abaningi bebezifela ngaye.

Kubikwa ukuthi uFerguson uzobonakala kulo mdlalo aphinde aqhubeke nokubonaka kwiRockville ekhonjiswa kuMzansi Magic okuwomdlalo okhiqizwe yinkampani yakhe nomyeni wakhe uShona. 

OLUNYE UDABA: Ayanda amagama abalingisi beGenarations entsha

Kuzokhumbuleka ukuthi umsunguli weGenerations uMfundi Vundla waxosha abalingi balo mdlalo abangu-16 ngemuva kokuba bebeke phansi amathuluzi bekhononda ngokuhola amakinati.


Udaba lwalaba balingisi lukwa-CCMA. Phambilini uVundla wathembisa ukuthi lo mdlalo uzobuya usuvutha kakhulu kunakuqala futhi nodaba luzoshintsha.

Baningi abanye abalingisi abadala asebemataniswe nawo lo mdlalo njengoba iningi labo lingakafuni ukuphumela obala.

   - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

      - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think corruption-accused National Assembly Speaker Nosiviwe Mapisa-Nqakula will survive a motion of no confidence against her?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, her days are numbered
41% - 447 votes
Yes, the ANC caucus will protect her
59% - 641 votes
Vote
Rand - Dollar
18.94
-0.0%
Rand - Pound
23.91
-0.0%
Rand - Euro
20.41
+0.1%
Rand - Aus dollar
12.33
+0.1%
Rand - Yen
0.13
-0.0%
Platinum
908.05
+1.2%
Palladium
1,014.94
+1.3%
Gold
2,232.75
-0.0%
Silver
24.95
-0.1%
Brent Crude
87.00
+1.8%
Top 40
68,346
0.0%
All Share
74,536
0.0%
Resource 10
57,251
0.0%
Industrial 25
103,936
0.0%
Financial 15
16,502
0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE