Share

UBeyonce noJay Z bavuselele umshado wabo

New York - Umculi owaziwa ngelikaQueen B uBeyonce nomyeni wakhe umrepha uJay Z sebevuselele umshado wabo ngemuva kweminyaka eyisithupha bashada.

Umthombo osondelene nalezi zithandani uthe seziphinde zafunga kulandela amahlebezi esehlukaniso.

UBeyonce, 33, nomyeni wakhe uJay Z, 44, babonakale bephansi phezulu befuna umuzi bobabili ngoLwesithathu eParis.

Ngokusho kwephephandaba iMirrior laba bobabili sebezame ukulwisana namahlebezi esehlukaniso izinyanga kanti ayikho enye indlela abangenza ngayo ngaphandle kokuvuselela umshado wabo.

OLUNYE UDABA: UBeyonce noJay Z bachithe amahlebezi

Omunye umthombo uthe: "Izinto bezithanda ukungahambi kahle phakathi kwalezi zithandani kodwa zakwazi ukuzilungisa. Manje izinto zibahambela kahle kakhulu.

"Abangani nomndeni wabo bakujabulele ukushintsha kwezinto ngemuva kwezindaba ezimbi.

"Bobabili uBeyonce noJay Z basebenze kanzima bezama ukulungisa izinto, zagcina zilungile. Bahluleka nokuzibamba manje ngendlela abajabule ngayo."

Njengamanje kuzwakala izinkulumo zokuthi akusekude bathole ingane yesibili.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                    

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Election day is approaching, have you made your voting decision?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, I still haven't made up my mind
27% - 2590 votes
Yes, I know where my ‘X is going
73% - 6891 votes
Vote
Rand - Dollar
19.20
-0.0%
Rand - Pound
23.69
+0.1%
Rand - Euro
20.45
+0.0%
Rand - Aus dollar
12.39
-0.1%
Rand - Yen
0.12
-0.0%
Platinum
920.50
-1.1%
Palladium
1,001.00
-1.4%
Gold
2,308.40
-0.8%
Silver
26.96
-0.8%
Brent Crude
87.00
-0.3%
Top 40
67,497
0.0%
All Share
73,551
0.0%
Resource 10
60,937
0.0%
Industrial 25
101,060
0.0%
Financial 15
15,616
0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE