Share

UBeyonce ubonakale ebheka umuzi yedwa

Johannesburg - Umculi oneminyaka engu-32, ubudala uBeyonce usebonakale ebheka umuzi obiza u$21.5 million endaweni yaseChelsea eManhatten ngaphandle komyeni wakhe uJayZ njengoba kunamahlebezi okuthi zimbi izinto emshadweni wabo .

Umthombo ongaziwa utshele abephephandaba iNew York Post wathi: ''Ubengeve ethule ngesikhathi ebheka lo muzi  bekungathi kukhona abacashelayo.''

Laba bashadikazi abanengane yentombazane eneminyaka embili ubudala, uBlue Ivy, bahlala esithabathabeni somuzi eTribeca, eNew York.

Lo mthombo uphinde weleka ngokuthi: ''Ngingasho ngiliphinde ukuthi uJay Z ngeke asuke esithabathabeni somuzi anawo manje azohlala kule ndawo."

Izindaba zalo mculi owakhipha iculo eladuma kakhulu iDrunk in Love, nowashada noJay  Z  ngonyaka ka-2008 ubehambe efuna indawo yokuhlala kulandela umbiko othi azihambi kahle izinto emshadweni.

Kubikwa ukuthi lezi zithandani zithola ukwelulekwa ngomshado, kanti kuzinhlanga zimuka nomoya njengoba uJayZ engumuntu ohlale esocingweni.



 

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think corruption-accused National Assembly Speaker Nosiviwe Mapisa-Nqakula will survive a motion of no confidence against her?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, her days are numbered
41% - 58 votes
Yes, the ANC caucus will protect her
59% - 85 votes
Vote
Rand - Dollar
19.09
-1.0%
Rand - Pound
24.05
-0.7%
Rand - Euro
20.58
-0.5%
Rand - Aus dollar
12.39
-0.3%
Rand - Yen
0.13
-0.9%
Platinum
894.64
-0.3%
Palladium
992.99
-0.9%
Gold
2,197.50
+0.1%
Silver
24.44
-0.8%
Brent Crude
86.09
-0.2%
Top 40
67,880
+0.3%
All Share
74,091
+0.3%
Resource 10
56,315
+1.2%
Industrial 25
103,611
+0.3%
Financial 15
16,459
-0.4%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE