Share

UBonang udlale ngabantu baseThekwini

Johannesburg - Isihlabani sikamabonakude nomethuli wezinhlelo emsakazweni, uBonag Matheba, wenzele abalandeli phansi ngesikhathi behambele umcimbi weFood, Fashion and Music epaki.

UBonang bekufanele aphathe uhlelo kulomcimbi obuqala ngezithuba zabo-12:00 emini yena wafika ngemuva kwesikhathi ngezithuba zabo-17:00 ntambama.


Okwenza izinto zibe zimbi kakhulu, ukuthi kuthiwa wakhokhisa uMasipala weTheku imali engu-R100 000 ukuba lo mcimbi wenzelwe endaweni yaseMhlanga, eChris Saunders Park, KwaZulu-Natal.

Umthombo okhulume nabeDaily Sun uthe: "Umcimbi waqala ngemuva kwesikhathi esasihleliwe ngoba bonke abantu babelinde uBonang kodwa kwathi la abantu sebeqala behamba, kubonakala ukuthi uBonang akaqhamuki kwacelwa uBrenda Mhlongo ukuba aqale umcimbi."

OLUNYE UDABA: Usuka kude uBonang

Okhulumela abakwaMasipala uThembinkosi Ngcobo ukuqinisekisile ukuthi uBonang akafikanga ngesikhathi.

Ngesikhathi abeDaily Sun bezama ukuxhumana noBonang, uvele wahleka wabe esevala ucingo.

Sikhashana nje wathumela umyalezo othi: "Ube nosuku olumnandi sithandwa, Bonang."


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter  

 - Thola ezinye izindaba zeDaily Sun kumakhalekhukhwini wakho

 - Thola izindaba zeDaily Sun kuFacebook

                                  

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do airplane mishaps have any effect on which airline you book your flights with?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, these things happen. I pick based on price
49% - 820 votes
Yes, my safety matters. I don't take any chances
51% - 868 votes
Vote
Rand - Dollar
19.14
-0.1%
Rand - Pound
23.79
+0.0%
Rand - Euro
20.45
+0.0%
Rand - Aus dollar
12.44
-0.3%
Rand - Yen
0.12
-0.1%
Platinum
923.40
+0.4%
Palladium
1,026.00
0.0%
Gold
2,315.21
-0.3%
Silver
27.15
-0.6%
Brent Crude
88.42
+1.6%
Top 40
68,516
+0.7%
All Share
74,484
+0.6%
Resource 10
59,729
+0.2%
Industrial 25
104,076
+1.2%
Financial 15
15,942
+0.3%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE