Share

UMbau uthi naye usebumnyameni ngobudlelwane bakhe

Johannesburg - AbeSowetan Live baxoxe noKhanyi Mbau ngesikhathi kusalungiselelwa ukushuthwa kwesizini yakhe yesibili yohlelo iKatch it with Khanyi.

Sikhulume ngomibiko osanda kukhishwa mayelana nobudlelwano bakhe nesihlabani seKwela Tebza, uTebogo Lerole.

U'Queen of Bling' noTebogo bebesematheni kulezi zinsuku kanti abanye babafanisa nezithandani zaphesheya uJay noBeyonce.

UMbau, nobebukeka ekhululekile, uthe uyazi ngezinkulumo ngobudlelwano bakhe noLerole, wathi nokho konke okukhulunywayo kuyize leze ngoba ngendlela abematasa ngayo ngomsebenzi akakwazanga ukugxila ezindabeni ezibikiwe ngaye.

Uthi naye usazama ukuthola ukuthi kwenzekani ngempela, kubika abeSowetan Live.

UMbau uqhube wathi: “Angazi ngempela ukuthi kwenzekani angikakasitholi isikhathi sokubhekana nezinkinga zami kodwa uma sengazi nabantu bazokwazi.”

Umbiko wakamuva wephephabhuku iDrum ‘uveze izinkinga zezimali’ njengayonanto edala uqhekeko kulezi zithandani.

Laba baqala ukuthandana ngo-2011.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do airplane mishaps have any effect on which airline you book your flights with?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, these things happen. I pick based on price
49% - 869 votes
Yes, my safety matters. I don't take any chances
51% - 916 votes
Vote
Rand - Dollar
19.17
-0.3%
Rand - Pound
23.85
-0.2%
Rand - Euro
20.49
-0.2%
Rand - Aus dollar
12.46
-0.5%
Rand - Yen
0.12
-0.3%
Platinum
920.80
+0.1%
Palladium
1,024.00
-0.2%
Gold
2,316.29
-0.3%
Silver
27.12
-0.7%
Brent Crude
88.42
+1.6%
Top 40
68,504
+0.7%
All Share
74,470
+0.6%
Resource 10
59,661
+0.1%
Industrial 25
104,200
+1.4%
Financial 15
15,913
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE