Share

UVundla uthi ubuhlungu ngokuphela kweGenerations

Johannesburg - UMfundi Vundla ongumsunguli wentandokazi yomdlalo iGenerations akakwazanga ukufihla ubuhlungu abuzwayo ngesikhathi ekhuluma nabeDaily Sun njengoba bekugcina ukukhonjiswa kwalo mdlalo ngoLwesibili ebusuku.


"Ngibuhlungu, ngiphoxekile," kusho uVundla.

"Ngizizwa sengathi yimina odale yonke le nto. Ngiyathemba ukuthi lokhu esiphezu kwakho kuzokwenza abalandeli bethu basixolele, ngiyathemba konke kuzolunga."


OLUNYE UDABA: Kuyaphela ngeGenerations yodumo

Ngemuva kweminyaka engu-20 idlala iGenerations izothatha ikhefu izinyanga ezimbili endaweni yayo kungene iSkeem Saam.

UVundla uthe: "Ngesikhathi kuqala isiteleka abalingisi bavele bahamba kushicilelwa, yingakho umdlalo uphele isidididi."

IGenerations isiqalile ukusebenza nabalingisi abasha nokho abangakadalulwa ukuthi bangobani.





 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                      

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

 - Thola ezinye izindaba zeDaily Sun kumakhalekhukhwini wakho

 - Thola izindaba zeDaily Sun kuFacebook

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
32% - 455 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
68% - 971 votes
Vote
Rand - Dollar
19.29
-0.7%
Rand - Pound
23.87
-1.1%
Rand - Euro
20.58
-1.2%
Rand - Aus dollar
12.38
-1.1%
Rand - Yen
0.12
-1.2%
Platinum
943.50
+0.0%
Palladium
1,034.50
-0.1%
Gold
2,391.84
+0.0%
Silver
28.68
+0.0%
Brent-ruolie
87.29
+0.2%
Top 40
67,314
+0.2%
All Share
73,364
+0.1%
Resource 10
63,285
-0.0%
Industrial 25
98,701
+0.3%
Financial 15
15,499
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE