Share

Ulindele ingane yesibili uShakira

Los Angeles – Kubikwa ukuthi usephinde wakhulelwa futhi uShakira, kubike iBangShowBi ngoMsombuluko.

Lo mculi oneminyaka engu-37 ubudala kanye nesoka lakhe elingumdlali webhola, uGerard Piqué – onengane eneminyaka engu-19 ubudala, uMilan kuthiwa bajabule kakhulu ngezindaba ezithi bazothola enye ingane.

Umculi waseColumbia, uCarlos Vives, ongumngani omkhulu kaShakira, utshele iFox News Latino ukuthi: "Yebo, ukhulelwe futhi kuyamjabulisa lokho.”

Amahlebezi athi lomculu ukhulelwe aqala ukusabalala ngesikhathi engadansi ngendlela ajwayele ngayo kweyeNdebe yoMhlaba ka-2014, emdlalweni weGermany ne-Argentina.

Lezi zithandani ezahlangana ngo-2010, azikaziqinisekisi lezi zindaba, kodwa kuthiwa zizoqala zithenga izingumo ezi-pink.

Phambilini uShakira wake wadalula ukuthi angathanda ukuba nomndeni omkhulu nalesi sihlabani sebhola.




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 




 
We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
32% - 286 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
68% - 612 votes
Vote
Rand - Dollar
19.23
-0.4%
Rand - Pound
23.90
-0.3%
Rand - Euro
20.48
-0.4%
Rand - Aus dollar
12.32
-0.2%
Rand - Yen
0.12
-0.5%
Platinum
942.40
-0.8%
Palladium
1,007.50
-2.1%
Gold
2,382.77
+0.2%
Silver
28.28
+0.2%
Brent Crude
87.11
-0.2%
Top 40
66,703
-0.7%
All Share
72,745
-0.7%
Resource 10
62,944
-0.6%
Industrial 25
97,653
-0.8%
Financial 15
15,385
-0.6%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE