Share

Umakhenikha usola uZahara ngokumbalekela

Johannesburg - Umzwilili wakuleli owaduma ngenoni elithi Loliwe kubikwa ukuthi usengene kokunye ukukhuluma njengoba kuthiwa ubalekela umakhenikha owamkhandela imoto yakhe kwaze kwaba kabili.

Umakhenikha uCarestone Louw uthi uZahara umkweleta imali yomsebenzi awenza ngo-Okthoba wonyaka odlule, kubika iDrum.

“Kwadingeka ukuthi ngilungise i-Audi kaZahara kabili iseyintsha ngenxa yokuthi wayilimaza ecwile ezinkambeni zikaFaro,” esho.

ULouw uthi njalo uma eshayela uZahara ucingo efuna imali yakhe umthembisa umnyama ongenafu.

OLUNYE UDABA: 'Ngifuna ukulobola uZahara'

“Lokhu akwenzayo akakwenzi ngoba engenayo le mali, ukwenziswa yindelelo nje qha. Ucabanga ukuthi ngoba nakhu esedumile uzokwenza umathanda.”

Owayehamba noZahara kuyolungiswa le moto, uTino Dama uthi uLouw uhubhuza olukabhejane ngoba wakhokhelwa u-R7 000.

Nokho uLouw uthi lelo akusilo iqiniso njengoba wayezolungisela uZahara imoto ngo-R9 500, kodwa wagcina ethole u-R500 kuphela.

Imenenja kaZahara, uKatlego Mokoena, naye uthi lo makhenikha wakhokhelwa imali yakhe.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think corruption-accused National Assembly Speaker Nosiviwe Mapisa-Nqakula will survive a motion of no confidence against her?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, her days are numbered
42% - 348 votes
Yes, the ANC caucus will protect her
58% - 481 votes
Vote
Rand - Dollar
18.92
-0.1%
Rand - Pound
23.89
-0.0%
Rand - Euro
20.44
+0.1%
Rand - Aus dollar
12.35
+0.0%
Rand - Yen
0.13
-0.1%
Platinum
909.30
+1.4%
Palladium
1,015.00
+1.3%
Gold
2,221.01
+1.2%
Silver
24.85
+0.8%
Brent Crude
86.09
-0.2%
Top 40
68,346
+1.0%
All Share
74,536
+0.9%
Resource 10
57,251
+2.9%
Industrial 25
103,936
+0.6%
Financial 15
16,502
-0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE