Johannesburg - Kubukeka sengathi konke kwenzeka ngesikhathi esisodwa kulowo ongumdlali weqembu le-Orlando Pirates nelesizwe, iBafana Bafana.
U-Oupa Manyisa, 26, ongumdlali wasesiswini weqembu lesizwe iBafana njengoba idlala kweye-Afcon, akasiso isihlabani sebhola kuphela kodwa usengubaba futhi.
OLUNYE UDABA: Uyanda umndeni wakwaMabalane
Yize kunjalo unina wengane yakhe yesibili akusiye umfazi wakhe uJohanna Louw, kodwa ngumakhwapheni wakhe uThato Makgaka oneminyaka engu-19 ubudala ongu-DJ osafufusa owaziwa ngelikaThatodjheels, kubika abeDrum.
- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho
- Landela IzindabaNews24 kuTwitter
We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.