Share

Umqeqeshi wodumo kwelesondlo

Johannesburg - Lowo owayengumqeqeshi weMpumalanga Black Aces, uJacob Sakala, usolwa ngokuphika ingane iminyaka engu-17 yonke.

Manje, uLizzy Kekana,17, othi uzalwa nguJacob, usefuna amnakekele aphinde amkhokhele nezindleko zokufunda.

Uthi uJacob wayethandana nomama wakhe, uShirley Kekana, waseMokopane eLimpopo, ngesikhathi esaqeqesha iReal Rovers.

UShirley nomfowabo, uCollins Kekana, bathi uJacob uhlala ethembisa izinto kodwa agcine engazifezekisi.

Funda nalolu daba: Uthi usethole umaqondana owahlukanisa nosaziwayo

UCollins uthe: “Wamamukela uLizzy kodwa akazange amondle. Njalo uma ehlangana naye emgwaqeni umthembisa izulu nomhlaba kodwa bese eyanyamalala.”

Ngesikhathi iSundaySun  ixhumana noJacob ukuze ezophawula, uthe akamazi uLizzy nomama wakhe.

“Ayikho ingane engiyaziyo mina eMokopane. Angikaze ngihlangane naye noma umama wayo. Ngeke ngondle ingane engingayazi,” usho kanje.

UCollins uthi abanankinga ngokuhlolela ulibofuzo uma kuyilokho akufunayo uJacobs ngoba ingane ifana naye ngqo.

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
66% - 504 votes
No! It's time to move on ...
34% - 265 votes
Vote
Rand - Dollar
19.04
-0.1%
Rand - Pound
23.80
-0.0%
Rand - Euro
20.41
-0.0%
Rand - Aus dollar
12.41
-0.1%
Rand - Yen
0.12
+0.2%
Platinum
930.80
+0.6%
Palladium
994.00
+0.4%
Gold
2,332.88
+0.0%
Silver
27.46
+0.1%
Brent Crude
89.01
+1.1%
Top 40
68,437
-0.2%
All Share
74,329
-0.3%
Resource 10
62,119
+2.7%
Industrial 25
102,531
-1.4%
Financial 15
15,802
-0.2%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE