Share

Umrepha kuthiwa usazifela ngoBoity

Johannesburg - Ungumrepha osematheni kulezi zinsuku njengoba esanda kukhipha i-albhamu yakhe esihloko sithi Tsholofelo, nokuyiyo edlisile nekuthiwa ayihlali emashalofini ezitolo.

UCassper Nyovest kuthiwa inhliziyo yakhe isasele emuva kumlingisikazi wakhe uBoity .

Ngokusho kwalo mbiko, lo mculi waseMafikeng, noseke wathandana noBoitumelo Thulo ngaphambili, kuthiwa umfuna phansi phezulu.

Lo mrepha uthi kwake kwaba nzima esanda kuhlakana nalo sukasambe wentokazi njengoba ethi kwakungangeni ngisho ukudla.

Nokho uthi uyayibonga le ntokazi ngokuhlezi imeseka njalo.

UCassper uthi ngesikhathi behlukana kwakunguyena osephutheni kodwa manje sebengabangani abakhulu.

“Ngimushayela ucingo noma yinini uma ngifuna. Konke kuhamba kahle phakathi kwethu," kusho umbiko wephephabhuku iDrum.

UBoity osohlelweni iStrictly Come Dancing ku-SABC 3 naku-Etv ohlelweni iReality Check, umatasa kakhulu njengoba engakaze aithole isikhathi sokuphawula ngemizwa yale nsizwa okucacayo ukuthi isazifela ngaye.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think corruption-accused National Assembly Speaker Nosiviwe Mapisa-Nqakula will survive a motion of no confidence against her?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, her days are numbered
42% - 340 votes
Yes, the ANC caucus will protect her
58% - 472 votes
Vote
Rand - Dollar
18.94
-0.2%
Rand - Pound
23.94
-0.2%
Rand - Euro
20.46
+0.1%
Rand - Aus dollar
12.35
-0.0%
Rand - Yen
0.13
-0.2%
Platinum
911.00
+1.6%
Palladium
1,008.15
+0.6%
Gold
2,222.33
+1.3%
Silver
24.87
+0.9%
Brent-ruolie
86.09
-0.2%
Top 40
68,346
+1.0%
All Share
74,536
+0.9%
Resource 10
57,251
+2.9%
Industrial 25
103,936
+0.6%
Financial 15
16,502
-0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE