Share

Ungeniswe esibhedlela uMinnie

Johannesburg - Umethuli wohlelo lwezemidlalo kwaSABC, uMinnie Dlamini, ungeniswe esibhedlela ngemuvakokuba ekhale ngobuhlungu esifubeni.

Lesi sihlabani, siphinde sibe ngumlingisikazi kanye nobuso beMotions Haircare.

NgoLwesibili uchithe ubusuku bakhe besibili esibhedlela ngemuva kokutholakala ukuthi une-chest infection.

Udokotela wakhe umyalele ukuba athathe ama-antibiotics wabe esemgcina esibhedlela ngenhloso yokubheka ukuthi ukhona yini umehluko.

Isikhulumi sakhe, uPumza Nohashe, utshele iDaily Sun ukuthi: “UMinnie ubephethwe wumkhuhlane amasonto amathathu kodwa ngenxa yomsebenzi wakhe ubengasitholi isikhathi sokuphumula. Ube esethola i-chest infection.”

UMinnie uzokwelashwa kuze kube udokotela uyagculiseka ukuthi usengcono.

Abangani nezihlobo bamthumelela izimbali bamfisela ukuba asheshe alulame.

NgoLwesithathu eskuseni ufake isithombe sakhe enomama wakhe enkundleni yokwabelana ngezithombe i-Instagram, ethi umama wakhe umnakekela kahle.
 
UMinnie uthandana nonozinti weKaizer Chiefs u-Itumeleng Khune.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think corruption-accused National Assembly Speaker Nosiviwe Mapisa-Nqakula will survive a motion of no confidence against her?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, her days are numbered
41% - 189 votes
Yes, the ANC caucus will protect her
59% - 277 votes
Vote
Rand - Dollar
19.07
-0.9%
Rand - Pound
24.07
-0.7%
Rand - Euro
20.56
-0.5%
Rand - Aus dollar
12.37
-0.2%
Rand - Yen
0.13
-0.8%
Platinum
899.20
+0.3%
Palladium
999.25
-0.3%
Gold
2,210.66
+0.7%
Silver
24.56
-0.4%
Brent Crude
86.09
-0.2%
Top 40
68,080
+0.6%
All Share
74,278
+0.5%
Resource 10
56,967
+2.4%
Industrial 25
103,572
+0.3%
Financial 15
16,456
-0.4%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE