Share

Unkosikazi kaGigaba ugxeke uDavid Tlale

Johannesburg - Unkosikazi kaNgqongqoshe wezaseKhaya, uMalusi Gigaba, ugxeke umsiki wengqephu uDavid Tlale ngokungathembeki njengoba ethi uthungele omunye wesifazane ingubo efana nse neyakhe ayeyidlubhe emshadweni.

UNomachule Gigaba, uthi uphoxeke kwehla iziqhomo ngesikhathi ebona unkosikazi wesikhulu samatekisi, uBafana Sindane, egqoke ingubo “yakhe” yomshado ngempelasonto, kubika iTimeslive.

Ngesikhathi efaka isithombe sakhe enkundleni yezokuxhumana u-Instagram ngaleso sikhathi, uNomachule wabhala ngentokozo wathi: “Anginawo amazwi okubonga ngento ongenzele yona @davidtlale."

OLUNYE UDABA: UBeyonce noJay Z bavuselele umshado wabo

Kuthe uma u-Ouma Sindane ecela uTlale ukuba amthungele ingubo, lo mthungi waqoma ukumenzela ingubo efana nse nekaNomachule ayeyigqoke eshada ngo-Agasti 30, eThekwini.

Ezikhulumela uNomachule uthe: “Ngiphoxeke kakhulu futhi ngithukuthele ngoba bengicabanga ukuthi mina noTlale singabangani.”



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do airplane mishaps have any effect on which airline you book your flights with?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, these things happen. I pick based on price
49% - 797 votes
Yes, my safety matters. I don't take any chances
51% - 843 votes
Vote
Rand - Dollar
19.14
-0.2%
Rand - Pound
23.79
+0.0%
Rand - Euro
20.46
-0.0%
Rand - Aus dollar
12.45
-0.4%
Rand - Yen
0.12
-0.1%
Platinum
923.60
+0.4%
Palladium
1,022.50
-0.3%
Gold
2,314.41
-0.3%
Silver
27.13
-0.7%
Brent Crude
88.42
+1.6%
Top 40
68,462
+0.6%
All Share
74,451
+0.6%
Resource 10
59,852
+0.4%
Industrial 25
103,891
+1.1%
Financial 15
15,918
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE