Share

Usebuyelene nentombi yakhe uChris Brown

Los Angeles - Umculi oneminyaka engu-25 ubudala odume ngeculo i'Turn Up the Music', uChrist Brown, usebuyelene futhi noKarrueche Tran.

Lezi zithandani kukholakala ukuthi besezihlukene ngemuva kokuthandana iminyaka emithathu.

Babuyelene ngemuva kokuthi uChris Brown encenge lonobuhle, emtshela nokuthi uzoyeka izindlela zakhe ezimbi futhi uzomuphatha kahle.

Umthombo utshele abezindaba i-TMZ.com ukuthi: "UChris Bown ubelokhe ethumela imiyalezo engaphezu kuka-20 ngosuku, ezama, etshengisa ukuzisola kodwa intombi uKarrueche imuziba."

Lezi zithandana zibonakale zigonene ngempelasonto ngesikhathi kuqhubeka umdlalo webhola wokuqoqa imali eLos Angeles, kubika iSowetan.

Konke lokhu kulandela amahlebezi abethi uKarrueche, owaqeda izinto phakathi kwabo.

Yize kunjalo abangani baChris bathi yilo mculu owaqeda izinto phakathi kwabo njengoba wayecabanga ukuthi uKarrueche ungusomathuba.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think Minister Blade Nzimande made the right call to dissolve the NSFAS board?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, NSFAS mismanagement is costing students
34% - 457 votes
No, it's suspicious given that he's implicated
66% - 871 votes
Vote
Rand - Dollar
19.01
-0.2%
Rand - Pound
23.63
-0.0%
Rand - Euro
20.21
-0.3%
Rand - Aus dollar
12.20
+0.2%
Rand - Yen
0.12
+0.1%
Platinum
972.80
-0.3%
Palladium
1,021.50
-0.2%
Gold
2,394.45
+0.5%
Silver
28.36
-1.8%
Brent-ruolie
90.10
-0.4%
Top 40
66,902
-2.1%
All Share
73,000
-2.0%
Resource 10
61,638
-3.5%
Industrial 25
98,321
-1.8%
Financial 15
15,650
-1.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE