Share

Useyashiya uZola 7

Johannesdsurg - Umethuli wezinhlelo odumile, uNimrod Nkosi,sekunguyena ozokwethula uhlelo uTatakho oludlala njalo ngoLwesibili kumabonakude.

UBonginkosi, “Zola 7”, Dlamini, useyehla ekubeni ngumethuli walolu hlelo ngemuva kweziqembu ezingu-8.

UBonginkosi wehla ngenxa yokuthi usematasa kakhulu manje ngezinye izinto.

Funda nalolu daba: Kuboshwe umfundi ngokufa kwebhungu

Ngeledlule iSunday Sun ibike ukuthi uZola uyashiya kulolu hlelo lwakhe kodwa ngaleso sikhathi yena wakuphika lokho.

NgoLwesihlanu kukhishwe isitatimende esithi: “Ngenxa yokubamatasa kakhulu uDlamini  usethathe isinqumo sokushiya [kulolu hlelo].”

UNimrod yena uthe: “Ngizizwa ngihloniphekile futhi ngijabule ngokuthathwa yilesi siteshi sikamabonakude ukuba ngibeyingxenye yalolu hlelo.”

Lolu hlelo ludlala njalo NgoLwesibili kuMzansi Magic ngo-20:00.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
32% - 356 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
68% - 743 votes
Vote
Rand - Dollar
19.17
-0.1%
Rand - Pound
23.90
-0.3%
Rand - Euro
20.44
-0.2%
Rand - Aus dollar
12.30
+0.0%
Rand - Yen
0.12
-0.1%
Platinum
939.20
-1.2%
Palladium
1,024.50
-0.5%
Gold
2,373.49
-0.2%
Silver
28.26
+0.1%
Brent Crude
87.11
-0.2%
Top 40
66,905
-0.4%
All Share
72,964
-0.4%
Resource 10
62,848
-0.7%
Industrial 25
98,162
-0.3%
Financial 15
15,429
-0.3%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE