Share

Usezinsolweni zokuphinga oweGenerations: The Legacy

Johannesburg - Umlingisi wakumabonakude ophinde abonakale kumafilimu akuleli uRapulana Seiphemo oshadile futhi odlala indawo kaTau kuGenerations: The Legacy usehlazweni futhi - lokujola nomfundi oneminyaka engu-26 ubudala.

Lo mfundi owenza ezeMarketing Management uyaziphika lezi zindaba eziphuma kwiphephabhuku iDrum yakamuva.

USRapulana usolwa ngokujola noZoe van der Jeke kanti  kuzwakale ukuthi sebeke bachitha isikhathi ndawonye e-Ikhala College, e-Aliwal North, e-Eastern Cape ngemuva kokuhlanga enxanxathela yezitolo, kubika leli phephabhku.

Ngokusho kwabangani bakaZoe, uZoe ubengawuvali umoya  ngolo mlingisi ebathumelela nezithombe bendawonye nalo mlingisi oneminyaka engu-47 ubudala.

OLUNYE UDABA:Konakele emndenini kaBlack Coffee

Yize kunjalo  uZoe utshele leliphephandaba ukuthi akathandani noRapulana bangabangani kuphela.

Akusikho okokuqala ebandakanyeka ezinsolweni zokujola uRapulana.

URapulana oshade no-Olga Rubeiro okusolwa ukuthi useke washaya kanzima umakhwapheni emzini wabo oseHoneydew ngonyaka wango-2013.

Ngesikhathi abeDrum benegxoxo noRapulana, uRapulana ukuvumile ukuthi useke waphinga kodwa wakuphika ukuthi bayadivosa nomkakhe.

Thola udaba oluphelele kuDrum...

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter                

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
32% - 391 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
68% - 813 votes
Vote
Rand - Dollar
19.11
+0.3%
Rand - Pound
23.71
+0.5%
Rand - Euro
20.38
+0.1%
Rand - Aus dollar
12.27
+0.2%
Rand - Yen
0.12
+0.2%
Platinum
942.10
-0.9%
Palladium
1,029.00
-0.1%
Gold
2,392.95
+0.6%
Silver
28.59
+1.3%
Brent Crude
87.11
-0.2%
Top 40
67,314
+0.2%
All Share
73,364
+0.1%
Resource 10
63,285
-0.0%
Industrial 25
98,701
+0.3%
Financial 15
15,499
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE