Share

'Ushaywe' yiphoyisa lesifazane umlingisi

Johannesburg- IThe Juice isibikelwe ukuthi umlingisi weRhythm City, uLele Ledwaba, uthola ukwelashwa esibhedlela ngemuva kokulimala kulandela ukushaywa yiphoyisa lesifazane ngoMsombuluko ebusuku.

Ngokusho kwemenenja kaLele, uWesley Mark Gainer, uLele ubelibhekise ekhaya ephuma emsebenzini ngoMsombuluko ngesikhathi emiswa yiphoyisa lesifazane.

Ekhuluma neThe Juice, uWesley uthe uLele umiselwe ukuthi akamanga ku-Stop Street.

Funda nalolu daba: IGagasi Fm kumabonakude

"Ngokwazi kwami, uLele ucelwe ukuba aphume emotweni yakhe, nokuthe uma esebuza igama lephoyisa, lavele lavuka umbhejazane, ngemuva kwalokho lambamba kabuhlungu uLele.” kusho Wesley. 

UWesley uthi uLele uyiswe esibhedlela nokuyilapho elulamela ngakhona njengoba ephuke esihlakaleni waphinde wahuzuka nasehlombe.

Kukholakala ukuthi abameli baLele bazolulandelela lolu daba.

Okhulumela amaphoyisa kamasipala, u-Edna Mamonyane, uthe akazi yena ngalesi sehlakalo ngakho angeke aphawule kuze kube uthola imininingwane egcwele.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
How often do you go to the cinema to watch new movies?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Often - nothing beats the big screen
2% - 26 votes
Hardly - I prefer streaming online
66% - 733 votes
Sometimes - it depends on the film release
32% - 354 votes
Vote
Rand - Dollar
19.15
-0.7%
Rand - Pound
23.82
-0.6%
Rand - Euro
20.39
-0.5%
Rand - Aus dollar
12.30
-0.5%
Rand - Yen
0.12
-0.6%
Platinum
950.40
-0.3%
Palladium
1,028.50
-0.6%
Gold
2,378.37
+0.7%
Silver
28.25
+0.1%
Brent Crude
87.29
-3.1%
Top 40
67,190
+0.4%
All Share
73,271
+0.4%
Resource 10
63,297
-0.1%
Industrial 25
98,419
+0.6%
Financial 15
15,480
+0.6%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE