Share

Uxolisile uNtando kodwa usakhala ngoDJ

Johannesburg – Ngokombiko weDaily Sun, uNtando Bangani uhhahhabezwe abalandeli bakhe bethi akaphume esitesiteji ngesikhathi ehluleka ukunandisa emcimbini obuse-Eastern Cape.

Abalandeli bathi lo mculi ubehlulwa ngisho ukucula into eqondile futhi bekuzwakala nje ukuthi akazilungiselelanga kahle njengoba amagama ezingoma zakhe ebengezwakali.

Bamsola ngokungabahloniphi ngalento ayenzile.

Funda nalolu daba: Esikamabonakude sithi abantu abayeke ukukhala kodwa bazenzele

Empeleni, abalandeli badinwe kabi nguNtando baze bamsabisa ngokuthi bangamshaya bona uma bethanda, bathi akasuke esiteji.

Kodwa uNtando usexolisile kubalandeli bakhe, wathi bekunezinkinga zemishini ezenze wangakwazi ukwenza kahle umsebenzi wakhe.

Uthi ujwayele ukucula kube kukhala iculo ngemuva kodwa uDJ obekulo mcimbi umenzele phansi.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
65% - 159 votes
No! It's time to move on ...
35% - 87 votes
Vote
Rand - Dollar
18.99
+1.2%
Rand - Pound
23.76
+0.8%
Rand - Euro
20.37
+0.9%
Rand - Aus dollar
12.39
+0.8%
Rand - Yen
0.12
+1.4%
Platinum
915.30
+0.3%
Palladium
1,007.00
+0.2%
Gold
2,325.37
+0.4%
Silver
27.37
+0.8%
Brent Crude
88.02
-0.5%
Top 40
68,522
-0.1%
All Share
74,477
-0.1%
Resource 10
61,580
+1.9%
Industrial 25
103,058
-0.9%
Financial 15
15,856
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE