Share

Ziyabimba izinto emzini ka'Ngamla'

Johannesburg - Ngemuva kwezinyanga zobunzima nokuxokozela umlingisi wodumo lukaNgamla kumabonakude uMenzi Ngubane kubikwa ukuthi izinto azimhambeli kahle ekhaya, ngokusho kwabephephabhuku iMove.

Umthombo utshele abaleli phephabhuku ukuthi ingoduso kaMenzi, uSikelelwa Sishuba, uyamlawula kanti futhi uyamhlukumeza uMenzi nangendlela akhuluma ngayo naye.

Izenzo zikaSishuba zingaholela ekutheni umshado walezi zithandani ungasaqhubeka.

Lezi zindaba zilandela lezo ezithi lo mlingisi akamuhle neze ephaketheni ikakhulukazi selokhu axoshwa kwiGenerations okwenza ukuthi kube nzima ukuba akwazi ukwenza umshado kanokusho olindelwe abazobe bewuhambele.

OLUNYE UDABA: UMsawawa uthi ingamampunge imibiko ngomshado wakhe

Ngokombiko weJuice uMenzi akafunanga ukuphawula ngemibiko wathi ngeke aze awanake la mahlebezi.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think corruption-accused National Assembly Speaker Nosiviwe Mapisa-Nqakula will survive a motion of no confidence against her?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, her days are numbered
41% - 192 votes
Yes, the ANC caucus will protect her
59% - 282 votes
Vote
Rand - Dollar
19.07
-0.9%
Rand - Pound
24.07
-0.7%
Rand - Euro
20.56
-0.5%
Rand - Aus dollar
12.37
-0.2%
Rand - Yen
0.13
-0.8%
Platinum
899.20
+0.3%
Palladium
999.25
-0.3%
Gold
2,210.66
+0.7%
Silver
24.56
-0.4%
Brent Crude
86.09
-0.2%
Top 40
68,080
+0.6%
All Share
74,278
+0.5%
Resource 10
56,967
+2.4%
Industrial 25
103,572
+0.3%
Financial 15
16,456
-0.4%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE