Share

Baphika eyokuthandana abadlala kuZalo

Durban – Bangaba yinkukhu nempaka emdlalweni kamabonakude uZalo, kepha kuthiwa ngasese uThandeka Dawn King, 38, noBongani Dlamini, 37, bayathandana.

UKing, odlala indawo kaMaNgcobo noBongani onguMkhonto kulo mdlalo, kuthiwa sebebonakale kaningi bendawonye emicimbini futhi kucacile ukuthi bayathandana.

Iphephandaba iSunday Sun lithi lababona laba beqabulana ngemuva kweJeep Wrangler endaweni yokupaka izimoto ngaphambi kweMetro FM Boat Cruise, ngoMgqibelo owedlule.

OLUNYE UDABA: Uzalo luchitha amahlebezi okuphuma kukaGxabhashe

Abangani balezi zihlabani kuthiwa bashiye abantu abaningi bebambe ongezansi kulo mkhakha ngalesi senzo sabo.

“Kweminye imicimbi bafika nabantu abasebenza nabo, bese beyaxebuka kubo bahlale bodwa basondelane, bahleke begqolozelane emehlweni.

“KumaCrown Gospel Music Awards ngesonto eledlule benza okufanayo. UMkhonto ubelokhu esezithendeni zikaMaNgcobo uma eya endlini encane,” kusho umthombo.

Omunye umthombo uthe iyanyanyisa le nto abayenzayo ngoba uKing ushadile.

Bethintwa laba baziphebezile lezi zinsolo.

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
66% - 541 votes
No! It's time to move on ...
34% - 282 votes
Vote
Rand - Dollar
19.03
-0.1%
Rand - Pound
23.79
+0.0%
Rand - Euro
20.41
-0.0%
Rand - Aus dollar
12.42
-0.2%
Rand - Yen
0.12
+0.3%
Platinum
930.50
+0.5%
Palladium
994.50
+0.4%
Gold
2,336.18
+0.2%
Silver
27.58
+0.6%
Brent-ruolie
89.01
+1.1%
Top 40
68,437
0.0%
All Share
74,329
0.0%
Resource 10
62,119
0.0%
Industrial 25
102,531
0.0%
Financial 15
15,802
0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE