Share

Bayanda abagxeka isiqephu sayizolo se-Our Perfect Wedding

Johannesburg – Sesithole ukugxekwa okukhulu isiqephu se-Our Prefect Wedding etshengisa kuMzansi Magic, njengoba ababukeli besola ophrojusa balolu hlelo ngokugqugquzela ukudlwengula.

Isiqephu sayizolo besixoxa ngomshado wowesifazane osemncane othi wahlangana nomyeni wakhe eneminyaka engu-14 indoda inengu-28 ubudala.

Kuthe ngemuva kwalesi siqephu kwasabalala incwadi evulelekile ebhalelwe iBroadcasting Complaints Commission of South Africa (BCCSA) ichaza ngokuthi le ndoda izisholo ngokwayo ukuthi “yayicuthela” izingane zesikole ukuze izolala nazo.

OLUNYE UDABA: Uthi ungumpetha wokuqabula owavela ohlelweni i-OPW

Abantu ezinkundleni zokuxhumana bazwakalise ukungasithakaseli lesi siqephu, bethi sigqugquzela ukunukubezwa kwabesifazane ngokocansi.

I-BCCSA ikuqinisekisile ukuthola le ncwadi, yathi kodwa ngeke iphawule okwamanje.

Ithintwa ukuba iphawule, iConnect TV, ekhiqiza lolu hlelo, ithe izophendula ngalezi zinsolo kungekudala.

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think Minister Blade Nzimande made the right call to dissolve the NSFAS board?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, NSFAS mismanagement is costing students
33% - 211 votes
No, it's suspicious given that he's implicated
67% - 425 votes
Vote
Rand - Dollar
19.10
-0.7%
Rand - Pound
23.77
-0.7%
Rand - Euro
20.29
-0.6%
Rand - Aus dollar
12.26
-0.3%
Rand - Yen
0.12
-0.5%
Platinum
978.50
+0.2%
Palladium
1,023.00
0.0%
Gold
2,369.44
-0.6%
Silver
28.33
-1.9%
Brent Crude
90.10
-0.4%
Top 40
67,154
-1.8%
All Share
73,313
-1.6%
Resource 10
61,891
-3.1%
Industrial 25
99,092
-1.1%
Financial 15
15,643
-1.2%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE