Share

Iphenduliwe imithandazo yomculi weGospel

Durban – Umculi oshaya owokholo, uNhlakanipho Cele, usebonge abantu ngemikhuleko nokwesekwa akutholile kuleli sonto eledlulile.

UCele, owanqoba i-I Want To Sing Gospel ngo-2011, ubandakanyeke engozini ehamba nengoduso yakhe – yase ingeniswa egumbini labagula kakhulu ngoLwesibili olwedlule.

NgoLwesine, uCele wadedelwa eThekweni Hospital, kepha ingoduso ykhe yasala ikwikhoma.

Ube esetshela iDaily Sun ukuthi ngomusa kaNkulunkulu, ingoduso yakhe isiphapheme yize noma isasegumbini labagula kakhulu.

OLUNYE UDABA: Ucela imithandazo oweGospel olaliswe eKing Edward

“Ngiyakholwa ukuthi uzolulama ngoba uNkulunkulu akasinikezi izilingo ezingaphezulu kwamandla ethu. Engingakwenza manje ukuthi ngikhuleke khona uJehova ezongisiza,” esho.

Le ngozi yenzeka ngoLwesibili olwedlule kuNorth Coast Road, eThekwini, ehamba nengoduso yakhe uDuduzile Mkhize.

Unkosikazi wakhe wokuqala, uSilindile Dlela, washona ngo-2013.

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
61% - 54 votes
No! It's time to move on ...
39% - 34 votes
Vote
Rand - Dollar
19.06
+0.8%
Rand - Pound
23.86
+0.4%
Rand - Euro
20.45
+0.5%
Rand - Aus dollar
12.45
+0.3%
Rand - Yen
0.12
+1.0%
Platinum
917.60
+0.6%
Palladium
1,011.50
+0.7%
Gold
2,325.52
+0.4%
Silver
27.40
+0.9%
Brent-ruolie
88.02
-0.5%
Top 40
68,791
+0.3%
All Share
74,744
+0.3%
Resource 10
62,137
+2.8%
Industrial 25
103,215
-0.8%
Financial 15
15,874
+0.2%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE