Share

Sekuphinde kwamlungela umsakazi owaxoshwa kuGagasi FM

Johannesburg – Akabanga nonyaka omuhle ngo-2015 uZukiswa Vutela, odume ngelikaZookey Zarling, kulandela imibiko engemihle ngaye obekubhalwa ngayo emaphepheni.

UZookey waxoshwa kuGagasi FM ngonyaka odlule, kanti manje kubikwa ukuthi usethole umsebenzi esiteshini esikwi-internet, i-Africa Business Radio. 

Kuphele izinyanga eziningi ngonyaka odlule igama likaZookey lingapheli emaphepheni kulandela ukuthi asola umlingisi uKay Sibiya ngokumkhulelisa nokungayondli ingane yabo.

UZookey waphinde wasola uSibiya ngokuthi wamyalela ukuba akhiphe isisu.

OLUNYE UDABA: Umndeni ka-Ayanda woZalo uthi usukhathele ukuthukwa uZookey

Naye uSibiya waziphendulela wathi ufuna ubufakazi bokuthi ingane ngeyakhe, ngokuthi uZookey enze ulibofuzo, kepha wanqaba.

Kuzona zonke lezo zinxushunxushu, iGagasi FM yamemezela ukuthi inkontileka kaZookey nesiteshi isidatshuliwe.

Ekhuluma neSowetan, uZookey uthe: “Ngijabule kakhulu ngokuthola leli thuba. Ngizimisele kakhulu ngezinselelo eziza nalo msebenzi.”

UZookey kulindeleke ukuba abuyele emoyeni ngenyanga ezayo.

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
65% - 492 votes
No! It's time to move on ...
35% - 264 votes
Vote
Rand - Dollar
19.01
+1.1%
Rand - Pound
23.79
+0.7%
Rand - Euro
20.40
+0.8%
Rand - Aus dollar
12.40
+0.7%
Rand - Yen
0.12
+1.2%
Platinum
925.50
+1.5%
Palladium
989.50
-1.5%
Gold
2,331.85
+0.7%
Silver
27.41
+0.9%
Brent Crude
88.02
-0.5%
Top 40
68,437
-0.2%
All Share
74,329
-0.3%
Resource 10
62,119
+2.7%
Industrial 25
102,531
-1.5%
Financial 15
15,802
-0.2%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE