Share

Sisinde engozini isihlabani sodumo lweShumaya: Umbiko

Johannesburg - Liyelulama ilungu leDbn Nyts uKabelo "Kaybee" Pekile ngemuva kokubandakanyeka engozini yemoto.

Ngokusho kwabeSowetan uKaybee ubelibangise ekhaya esuka emcimbini eSoweto ngesonto eledlule ngesikhathi eshayisa.

"Bengiphuma emsebenzini ngihamba noDJ Yzee emotweni," kusho uKaybee etshela abephephandaba.

OLUNYE UDABA: Iqembu lomculo liphika eyokuhlukana 

"Besihamba silandelana nabanye abafowethu esisebenza nabo, ngesikhathi ngishayela bengingawuboni umgwaqo owumjikelezo, ngazama ukuwugwema ngase ngiyoshayisa uthango," eqhuba.

"Sobabili sisesimeni esikahle, ngenhlanhla isigameko asibandakanyi iziphuzo eziodakayo. Akekho owayecwile ezinkambini. Amaphoyisa eza kuthini asifuthisa kanti futhi akekho oboshiwe. Imoto yahlafaka yaphela kdwa ngiyejabula sasinda," etshela iphephandaba.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter     


We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do airplane mishaps have any effect on which airline you book your flights with?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, these things happen. I pick based on price
48% - 1074 votes
Yes, my safety matters. I don't take any chances
52% - 1146 votes
Vote
Rand - Dollar
19.22
-0.0%
Rand - Pound
23.97
-0.1%
Rand - Euro
20.58
-0.1%
Rand - Aus dollar
12.51
-0.2%
Rand - Yen
0.12
+0.2%
Platinum
911.90
-0.0%
Palladium
1,000.00
-0.5%
Gold
2,317.46
+0.1%
Silver
27.14
-0.1%
Brent Crude
88.02
-0.5%
Top 40
68,574
0.0%
All Share
74,514
0.0%
Resource 10
60,444
0.0%
Industrial 25
104,013
0.0%
Financial 15
15,837
0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE