Johannesburg – Yebo u-Idris Elba Idris engayinkakha yezokulingisa kodwa uphinde abebukhali nasemculweni.
Nghpahambilini iThe Juice yabkika ukuthi i-Idris wacula ingomka noKokomaster, uD’banj iConfidential.
OLUNYE UDABA: U-Idris Elba uzogqugquzela ifilimu kuleli
Kamuva nje iThe Juice iphinde yakhuluma no-Idris ngefilimu iMandela, My Dad and Me okulindeleke ukuba iqale ukuvela eNingizimu Afrika ngomhlaka-6 Disemba kumabonakude ku-Dstv channel 186 ngezithuba zabio-20:30.
IThe Juice iphinde yakhuluma nalo mlingisi ngoculo wehip hop wakuleli, u-Idris uthe yize ephoxekile ngokungavunyelwa ukungena kuleli ngenxa yomthetho omusha ophasiswe kulo nyaka uyafisa ukuzwa umculo ka-AKA noCassper Nyovest nombango wabo.
- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho