Johannesburg - Ucwila emalini usaziwayo oyintandokazi njengoba sekuvele ukuthi usethenge imoto yesibili.
Lo msakazi wohlelo lwasekuseni kuMetro FM wafaka ezinkundleni zokuxhumana imoto entsha ceke iBMW i8 okuthiwa ibiza R1.7 miliyoni.
Funda:USomizi uphawule nge-#OpenUpTheIndustry
Kuthe kusabatshazwa ubuhle balokho, wathathela ezinkundeni futhi ngoLwesine eveza enye imoto yakhe aqeda kuyithenga.
Kulokhu uSomizi uthenge imoto yohlobo lweMercedes Benz G350d ebiza u-R1.5 miliyoni, kubika iTimeslive.
When a friend comes to congratulate. Yet ur inspired by their grind. Show me yo friends
A photo posted by Somizi (@somizi) on