Johannesburg - ULusanda Mkhwanazi waseKagiso, eWest Rand, usezakhele udumo waze wabizwa ngoZahara omncane ngendlela emtoti acula ngayo.
Le ntombazanyana ibihanjelwe nguNathi Mankayi, 34, weculo elithi Nomvula, ngoba ekholelwa ukuthi le ngane eyenza uGrade 6 inesiphiwo esimangalisayo.
UMankayi umeme ithimba leSunday World ngesikhathi eya kwaMkhwanazi.
Buka uMkhwanazi eshaya adume ngazo: