Share

Amanye amagama ezingane axakayo - Umbono

Cape Town - Sibuze abafundi bethu bakuFacebook ngama gama aqanjwa izingane  kulezinsuku.iningi liphendule kahle, ngoLwesibili ekuseni.

Umbuzo ubuthi:

Imaphi amagama axakile aseqanjwa izingane manje?

Abafundi baphendula bathi:

UKing Thumbeza uthe: Ngixakwa ilawa : uma kuyintombazane u-GIRL makuwumfana u-BOY. Aze akhule umuntu aziwa ngo Boy. Abanye o Khehla.

USonto Khoza uthe: Emihle,Amahle,Okuhle,Unathi,Iviwe,Aviwe ayi ngeke ngiqede ngamagama alezizingane ezizalwe ngaphandle komshando kanti oshadile uzoyetha ngegama elisho okuthile.

UBheka Khabaah Mkhize uthe: Mbijane.

ULungah Mendy Duma uthe: Mpiyakhe.

UMthoko UMakhehlana KaMkhulu'Zuma uthe:  iyangicasula ingane ebizwa ngo-Boy angiyifuni nje leyonto Boy noma uBhoyi.

 U-Emerald Nkosinathiu Mkhize uthe:Ilawa aqala ngo A,E,O,L noboy nogirl awasali lawo.

UXolanie Mtshali uthe : amahle,emihle,aphiwe,owethu

UKhanyisile Khanyisile Zoe uthe : Aii! bandla o - A, E O cha ngeke ngiyawabonga.

Disclaimer:INews24 iqhakambisa ukukhuluma ngokukhululeka nokuzwakaliswa kwemibono eyahlukene. Lokho kuchaza ukuthi imibono yababhali bezingosi eshicilelwe kuNews24, akuyona imibono yeNews24.

  - http://www.facebook.com/pages/Izindaba-News24/149719738423508

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
How often do you go to the cinema to watch new movies?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Often - nothing beats the big screen
2% - 28 votes
Hardly - I prefer streaming online
66% - 741 votes
Sometimes - it depends on the film release
32% - 357 votes
Vote
Rand - Dollar
19.15
-0.7%
Rand - Pound
23.82
-0.6%
Rand - Euro
20.39
-0.5%
Rand - Aus dollar
12.30
-0.5%
Rand - Yen
0.12
-0.6%
Platinum
950.40
-0.3%
Palladium
1,028.50
-0.6%
Gold
2,378.37
+0.7%
Silver
28.25
+0.1%
Brent Crude
87.29
-3.1%
Top 40
67,190
+0.4%
All Share
73,271
+0.4%
Resource 10
63,297
-0.1%
Industrial 25
98,419
+0.6%
Financial 15
15,480
+0.6%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE