Share

Bakuhlaba bayakuhlikiza okushiwo uMfundi Vundla

Cape Town - Ngemuva kwesiteleka sabalingisi beGenerations ku-SABC 1 izinkontileke zabo zidatshuliwe.Abafundi bethu baku-Facebook abeneme neze ngokushiwo uMfundi Vundla.

"Babekhona abalingisi ngaphambi kwalaba futhi bazoba khona abazolandela. IGenerations izoqhubeka ngaphandle kwala bantu."


Ukuphawula kwabafundi bethu baku-Facebook mayelana nokubekwe isikhulu sayo iGenerations uMfundi Vundla.

Abafundi bathe:

UThembelihle Shange uthe: Mina ngibona sengathi usangene ke manje lo Vundla wakhona. kufanele kuvele kushintshwe negama kungabe kusaba yiGenerations kube enye into ngoba izobe isishintshille, sekuphelile nje!!!!

ULuyanda Nomusa Ngobese  uthe: Vele lo baba ubathanda kabi abantu abasha akangimangazi nje kulento ayishoyo.

UMamiki Nzimande uthe: Hayi ngivumelana nabathi akuqalwe enye igenerations abakwazi abadlali ukuhamba bonke bese kuthiwa babekhona abanye bazobakhona abanye futhi uphelelwe ushatini manje uMfundi akasicabange kahle isinqumo sakhe.

UPrisca Mkhwanazi uthe: Uphelelwe ulayini uMfundi. Uyazikhohlisa futhi ngoba akaze ihambe inganamagiya noma umshayeli. Isibaya, iMuvhango, isidingo nezinye zizobaqasha labantu. Sala Mfundi ne generations yakho. Wenza imali kodwa uchaphaza labo abayingenisayo suka!

UPretty Phakathi uthe: Lo baba uyazitshela nje nobubi! ungaxosha kanjani abantu abaningi kanje futhi okuyibo abenza lo mdlalo ubemnandi. sizozibukela IS'BAYA manje.

UBeryl Suzan Masue Hadebe uthe: Akabahloniphi abasebenzi bakhe, ulokhu esishitshela abadlali, behamba bebuya, ngoba nazi ukuthi babekhona nakudala.

Disclaimer:INews24 iqhakambisa ukukhuluma ngokukhululeka nokuzwakaliswa kwemibono eyahlukene. Lokho kuchaza ukuthi imibono yababhali bezingosi eshicilelwe kuNews24, akuyona imibono yeNews24.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

  - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think corruption-accused National Assembly Speaker Nosiviwe Mapisa-Nqakula will survive a motion of no confidence against her?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, her days are numbered
41% - 567 votes
Yes, the ANC caucus will protect her
59% - 808 votes
Vote
Rand - Dollar
18.88
+0.3%
Rand - Pound
23.85
+0.2%
Rand - Euro
20.38
+0.2%
Rand - Aus dollar
12.32
+0.1%
Rand - Yen
0.12
+0.2%
Platinum
908.05
0.0%
Palladium
1,014.94
0.0%
Gold
2,232.75
-0.0%
Silver
24.95
-0.1%
Brent Crude
87.00
+1.8%
Top 40
68,346
0.0%
All Share
74,536
0.0%
Resource 10
57,251
0.0%
Industrial 25
103,936
0.0%
Financial 15
16,502
0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE