Cape Town - Naba abazoqala umdlalo wantambama neNigeria :
Itumeleng Khune, Thulani Hlatshwayo (c), Eric Mathoho, Rivaldo Coetzee, Thabo Matlaba, Oupa Manyisa, Bongani Zungu, Andile Jali, Thulani Serero, Tokelo Rantie, Sibusiso Vilakazi
Abasebhentshini : Jackson Mabokgwane, Brilliant Khuzwayo, Siyabonga Nhlapo, Daniel Cardoso, Sibusiso Khumalo, Kamohelo Mokotjo, Cole Alexander, Mandla Masango, Ayanda Patosi, Thuso Phala, Lehlohonolo Majoro, Siphelele Ntshangase.
Baphawule kanje abafundi:
UGcina Ndlovu Mbili uthe: URantie umgadli odlala kahle kakhulu kuleli.
USizwe Yhandile uthe: Bekufanele aqale ngoMajoro kodwa-ke phambili ngeBafana Bafana!
UMbuc'swa Mambush uthe: Uphi uFurman?
UCuthbert Memela Bhekzn uthe: Ushiyelweni uThabo rakhale.
USthembiso Zwane uthe:Mina Mbhali ngisibona sisihle isikimu okusele nje ukuthi bawunqobe lo mdlalo.
Bheka ku-Facebook-Izindaba News24, ubone abanye batheni.
Disclaimer:INews24 iqhakambisa ukukhuluma ngokukhululeka nokuzwakaliswa kwemibono eyahlukene. Lokho kuchaza ukuthi imibono yababhali bezingosi eshicilelwe kuNews24, akuyona imibono yeNews24.
- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho
- Landela IzindabaNews24 kuTwitter