Share

Baphawula ngokuvalwa kwesimame ema-restaurant

Cape Town - Izitolo zokudla eSaudi Arabia, azisabemukeli abesifazane abangenamadoda.

Izitolo zikhala ngokuziphatha kwabesifazane abasuke bengahambi namadoda, kuthiwa bagcwele umkhuba wokuqomisa, banomsindo futhi baziphathisa okwabantu abangaphilile kahle emakhanda.

Sibuze abafundi bethu kanje: 

Uma uzikhiphile uke ubabone beziphethe kanjani abantu besifazane abasuke bengahambi namasoka?

Ngabe lo mthetho kumele ushaywe nakuleli laseNingizinu Afrika?

Bayaphendula:

UNomazwi Dolwana uthe: Angeke phela kulunge lana eNingizimu Afrika, awekho nje amadoda singabafazi sonke nalawo mancane ayekhona asashona amanye aphenduka izitababane.

UZama Mbuyisa uthe: Bayagula kuleliyazwe akumele ushaywe la ekhaya ngoba thina siyakwazi ukuzikhipha ngezimali zethu asifune kuphelezelwa amadoda.

UNkanyiso Cele Ndleleni uthe: Muhle lo mthetho uzonciphisa imjendevu nezimpohlwa.

USipho Mlambo uthe: Cha cha cha, asiwudingi lo mthetho, izintombi sizithola khona impela ema-resturant.

UThandy Zoeloe uthe: Umbhedo lowo.


  • Bheka Izindaba News24 kuFacebook, uzwe abanye batheni.


  • Disclaimer:INews24 iqhakambisa ukukhuluma ngokukhululeka nokuzwakaliswa kwemibono eyahlukene. Lokho kuchaza ukuthi imibono yababhali bezingosi eshicilelwe kuNews24, akuyona imibono yeNews24.


     – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

     – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

    We live in a world where facts and fiction get blurred
    Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
    Join News24 today
    heading
    description
    username
    Show Comments ()
    Voting Booth
    Do airplane mishaps have any effect on which airline you book your flights with?
    Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
    Results
    No, these things happen. I pick based on price
    49% - 795 votes
    Yes, my safety matters. I don't take any chances
    51% - 839 votes
    Vote
    Rand - Dollar
    19.14
    -0.2%
    Rand - Pound
    23.79
    +0.0%
    Rand - Euro
    20.46
    -0.0%
    Rand - Aus dollar
    12.45
    -0.4%
    Rand - Yen
    0.12
    -0.1%
    Platinum
    923.60
    +0.4%
    Palladium
    1,022.50
    -0.3%
    Gold
    2,314.41
    -0.3%
    Silver
    27.13
    -0.7%
    Brent-ruolie
    88.42
    +1.6%
    Top 40
    68,462
    +0.6%
    All Share
    74,451
    +0.6%
    Resource 10
    59,852
    +0.4%
    Industrial 25
    103,891
    +1.1%
    Financial 15
    15,918
    +0.1%
    All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
    Editorial feedback and complaints

    Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

    LEARN MORE