Share

Baphawula ngokuwa kwenkukhu phansi kaCheckers

Cape Town - Isitolo sakwaCheckers eKapa sishiye ikhasimende linyukubele ngemuva kokubona inkukhu esinongiwe phansi, ikhasimende lathatha isithombe esishicilelwe ezindabeni.

Baphawule kanje abafundi:

UMbuso Nxumalo Muzy KwaMashu uthe: Yonke indawo inemikhuba yakhona. Nani enigxekayo ninawo amaphutha enu akenisiyeke ke nizenza oslungile la uyayikhohlwa into yakho yangaphansi phezu kombhede.

UMbongeni Msane uthe: Umuntu uyawadla amanyala ezitolo.

UZakhele Hlatshwayo uthe: Iqiniso impela nami ngike ngiyibone inkunz'malanga yempukane phezu kwenyama le kwaCheckers, Sis' man' bayanyanyisa!

UNtombi'zyokhamanz Miya uthe: Basidlisa udoti mannnnnnni,  amagciwane angaka.

UNobuhle Pinket Mgasela uthe: Vele bamanuku, uke ufice nase Pick n Pay kubhuza izimpukane ukudla kwakhona okuphekiwe, enye ifele kukona impukane eluhlaza.

Bheka ku-Facebook-Izindaba News24, ubone abanye batheni.

 

Disclaimer:INews24 iqhakambisa ukukhuluma ngokukhululeka nokuzwakaliswa kwemibono eyahlukene. Lokho kuchaza ukuthi imibono yababhali bezingosi eshicilelwe kuNews24, akuyona imibono yeNews24.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
66% - 534 votes
No! It's time to move on ...
34% - 278 votes
Vote
Rand - Dollar
19.03
-0.1%
Rand - Pound
23.79
+0.0%
Rand - Euro
20.41
-0.0%
Rand - Aus dollar
12.42
-0.2%
Rand - Yen
0.12
+0.3%
Platinum
930.40
+0.5%
Palladium
994.00
+0.4%
Gold
2,335.42
+0.1%
Silver
27.56
+0.5%
Brent Crude
89.01
+1.1%
Top 40
68,437
0.0%
All Share
74,329
0.0%
Resource 10
62,119
0.0%
Industrial 25
102,531
0.0%
Financial 15
15,802
0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE