Share

Baphawula ngolweFifa

Cape Town - Indaba esematheni eyokuboshwa kwezikhulu zeFifa kulandela izinsolo zokugwazelwa. Kubikwa ukuthi neNingizimu Afrika iyathinteka kulolu daba....

Okuvelayo ukuthi neMorocco nayo iyathinteka ekugwazeleni izikhulu kodwa ngeshwa ayiphumelelanga ukusingatha eka-2010 {okungenzeka ukuba yakhokha kancane kuneSA}.

Phambilini, iNingizimu Afrika yahlulwa yiGerman ekusingatheni iNdebe yoMhlaba ka-2006 ngemuva kokuthi oyedwa egcine engavotelanga iSA.... Ngabe lokhu kusho ukuthi ngaleso sikhathi iSA yayikhokhe kancane?

Kuthini ukuphawula kwakho ngalolu daba ngoba kuyavela futhi ukuthi sekuphele iminyaka elinganiselwa kwengu-24 kuqhubeka imikhonyovu kuFifa?

Baphawule kanje abafundi:

USizwe Samakhoza Ocezweni Khoza uthe: Uzozwa ke i-DA ne-EFF sebezothi Zuma akakhokhe.

UThabiso Tso Radebe uthe: Kodwa ikhona into engakhokhelwa kulezi zinsuku? Ngiyangabaza, vele yakhokha futhi kwakufanele ukube ayikhokhanga yayingeke idlalelwe la.

USandile Cpha Rajah Khanyile uthe: Kushuthi phela, kusobala yonke imidlalo yendebe yomhlaba iyagwazelwa.

UWinile KaNdlovu uthe: Angibasoli ngoba kusthengisa khona ukuthi kube abakhokhanga ngabe asikho emlandweni siyabonga kakhulu kowa khokha.

UThabsile Zwane uthe: Angith nemisebenzi iyagwazelwa senze inhlolokhono senzele abanye nayoke indebe yomhlaba iyagwazelwa. Kushutho ukuthi amaphesenti angu-90 ezinto ziyagwazelwa kulo mhlaba ukuze zitholakale ngoba nezitifiketi zemfundo bayazgwazela.

Bheka ku-Facebook-Izindaba News24, ubone abanye batheni.

Disclaimer:INews24 iqhakambisa ukukhuluma ngokukhululeka nokuzwakaliswa kwemibono eyahlukene. Lokho kuchaza ukuthi imibono yababhali bezingosi eshicilelwe kuNews24, akuyona imibono yeNews24.

   

  - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                          

  -  Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think corruption-accused National Assembly Speaker Nosiviwe Mapisa-Nqakula will survive a motion of no confidence against her?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, her days are numbered
40% - 130 votes
Yes, the ANC caucus will protect her
60% - 194 votes
Vote
Rand - Dollar
19.02
-0.6%
Rand - Pound
24.00
-0.4%
Rand - Euro
20.52
-0.3%
Rand - Aus dollar
12.35
+0.0%
Rand - Yen
0.13
-0.6%
Platinum
900.40
+0.4%
Palladium
998.40
-0.3%
Gold
2,212.97
+0.8%
Silver
24.70
+0.2%
Brent Crude
86.09
-0.2%
Top 40
68,068
+0.6%
All Share
74,264
+0.5%
Resource 10
56,909
+2.2%
Industrial 25
103,553
+0.3%
Financial 15
16,463
-0.4%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE