Lo muntu uyilala ngenkani manje ngendlela isimo esisibi ngayo le ntombazane isicabanga nokuzibulala.
Ngokwakho uthi le ntombazane ayenze njani?
Uma kungathiwa yiduduze noma uyisize ungathini futhi ungayisiza kanjani?
Isibuya ngisho emaphoyiseni kodwa yehluleka kuthiwa ayinabo ubufakazi.
Baphawule kanje abafundi:
UMakhosazane Amabhakhaniya Hlongwane uthe: MmmhYanzima le,uma ibuya emaphoyiseni kushukuthi ayithunjiwe,meaning iyakwazi ukuhamba ibuye iphinde layihlukunyezwa khona futhi? Ngineqiniso uma ingase iphume ibuze umnyango wama social workers uma ingasizakali emaphoyiseni akekho ongayithatha ayibuyisele ngenkani emganweni,usizo izoluthola uma ilufuna ngempela
UFunnyboy Mjiyako uthe: Mina ngiyayikholwa maningi amantombazane analeyo nkinga ayafihla ngoba alotsholwa aliphele ilobolo nabazali abathengisa ngezingane zabo, minangeke ilotsholwe eyami ingane ngoba masengifile kuzoba nje, ngiphila nje ngeke ukubone lokho kuyabiza ukukhulisa ingane ekugcineni ihlukunyezwe uskhotheni nje ngeke ngeyami.
UXola Mkhwanazi uthe: Mina ngibona kungcono alwedlulisele kosonhlalakahle loludaba, umthetho wala emzansi awukuvumi lokho futhi uselale nayo ngenkani esingakubiza ngokudlwengula kozomele aluthole usizo nasebezwile bamsize bakithi, buyephi ubuntu kant ??
UNtsikie Kungawo Shwaimba Kungawo uthe:Yho bantu kwaze kwazwela bandla.
Bheka ku-Facebook-Izindaba News24, ubone abanye batheni.
Disclaimer:INews24 iqhakambisa ukukhuluma ngokukhululeka nokuzwakaliswa kwemibono eyahlukene. Lokho kuchaza ukuthi imibono yababhali bezingosi eshicilelwe kuNews24, akuyona imibono yeNews24.
- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho