Kunina Makhosi sithi Unstoppable Indeed!
Umdlalo uphele ngelilodwa ngapha nelilodwa ngale.
Baphawule kanje abalandeli:
UNkanyiso Hlongwa uthe: Njengomlandeli webhakabhaka ngiyalibongela iKhosi" kaizer chiefs unstoppable."
UThobani Ntshebe Ngcobo uthe: Siyambongela uFani Madida wenze umsebenzi osuhlule abaningi.
UMisele Micelle Gcwensa uthe: Thina siyoncoma lelo qembu elizodla iChiefs hhay iSwallows, zidlale ngokulingana.
UJabu Mdladla uthe: Siyalibonga iSwayiSwayi! waze wamuhle umsebenzi wabo!
UMzokhona E Sibisi uthe: Mina ngijabulile ngoba asidliwanga kuphe yigoli ngapha nangapha.
Bheka ukuthi batheni abanye ekhasini lethu lakuFace book ku-Izindaba news24.
Disclaimer:INews24 iqhakambisa ukukhuluma ngokukhululeka nokuzwakaliswa kwemibono eyahlukene. Lokho kuchaza ukuthi imibono yababhali bezingosi eshicilelwe kuNews24, akuyona imibono yeNews24.
- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho
- Landela IzindabaNews24 kuTwitter