Uphinde wagwetshwa emithathu walengiselwa emihlanu ngokusebenzisa isibhamu budedengu endaweni yokudlela eTashas.
Abafundi beziNdaba News24 bayaphawula ngesigwebo:
UTops Bhengu uthe: Bazophela abesifazane bebulawa amadoda anemali, uma unemali ungenza noma yini kuleli.
UCedric Zondi uthe: Imali inendawo yayo, ukube u-Oscar ubemnyama ngabe....
UPhakamani Gift Mngomezulu uthe: Mina ngikhala ngezinhlamvu, uma bethi akuyona inhloso yini?
Uma udubula amahlandla angaphezu kwelilodwa kuchaza ukuthini lokho?
USekhosana Kgutsang uthe: Besiku lindele vele lokho, umbhedo umthetho wakuleli.
UKholwani Reason uthe: UThixo uyalazi iqiniso, lovela ngomhla wokuphela.
Bheka Izindaba News24, ubone abanye batheni.
Disclaimer:INews24 iqhakambisa ukukhuluma ngokukhululeka nokuzwakaliswa kwemibono eyahlukene. Lokho kuchaza ukuthi imibono yababhali bezingosi eshicilelwe kuNews24, akuyona imibono yeNews24.
– "Like"
ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.