isiZulu Ama site/IZINHLELO >

Halala Caster Umbono

2012-08-08 16:45
Cape Town - Umsubathi wakuleli uCaster Semenya akabanga neze nenkinga ekutheni adlulele kowandulela owamanqamu ka-800m kuma-Olympics abanjelwe eLondon.

ABfundi bayamhlalalisela:

UZaza Ndlela uthe: Wola wola Caster.

UPhuthela Nkululeko uthe: Siyaziqhenya ngaye.

UMamazane Dlamini uthe: Wenze kahle kakhulu uCaster, aqhubeke.

UWiseman Conco uthe: Halala Caster.

UNcaminator RudeGhost Koomallor
uthe: wenze kahle ntombazane.

USmiso Ngubane uthe: Wenze kahle kakhulu, siyaziqhenya ngawe.

UPrecious Minaj uthe: Usazoqhubeka nokuwina.

UNomfundo Gwajo Masuku uthe: Siyakuhalalalisela Caster.

U-Emmanuel Dumisani Ndlovu uthe: Uzamile ngane yami.

USphiwe Njebomvu Mgube uthe: Siyabonga ntombi yaseLimpopo.

UJabulani Zondi uthe: Halala Semenya halala.

UMakhosini Mahlalela uthe: Umele iNingizimu Afrika ntombazane.

USbusiso Biyela uthe: Usebenzile ntombazane, sikufisela okuhle kodwa kuma Semi-Finals.

Bakhomise ukuthi singobani lapha eNingizimu Afrika.

UVulizwe Sosibo uthe: Ntobazane, ibambe kanjalo.

 

Disclaimer: INews24 iqhakambisa ukukhuluma ngokukhululeka nokuzwakaliswa kwemibono eyahlukene. Lokho kuchaza ukuthi imibono yababhali bezingosi eshicilelwe kuNews24, akuyona imibono yeNews24.


 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).



News24
Ad:Retirement Plan from R150/m (RSA Residents Only)
«Emuva
Ad:Family Funeral Plan from R36/m (SA residents only)