Share

Ikhona le nto yeSatanism

Cape Town - Ezikoleni, emabandleni, emabhasini, ezitimeleni nasemsakazweni, sekuvame ukuthi kukhulunywe ngeSatanism, inkolo kaSathane.

Zikhona nezigameko la kushona khona abantu, kuthiwe bekuqhutshwa imihlatshelo.

Sibuze abafundi bethu sathi:

Ulwazi lwakho luhamba lufikephi ngale nkolo engenise kangaka?

Loyo esuke imngenile noma osuke ekhonza uSathane, kuba kuye yini ukuzikhethela ukuthi uzoba yisikhonzi sikaSathane?

Uma umuntu engazikhethelanga, uyakwazi yini ukuzibona ukuthi usesebenzela uSathane noma akabi nalo ulwazi.

Bayaphendula:

UMtaka Ncathatha Bulawayo uthe: Angeke ngaphawula ngezikaSathane.

USipho Muz Nzuza uthe: Isikhathi samanje senza kubelula ukungena nokusebenza kukaSathane kubantu, nokwenza kungabi lula ukuthi basheshe babone.

Izinto eziningi zesimanje zihambisana nosathane, othi uma ufunda ngokomthetho kaNkulunkulu uthole ukuthi akuhambisani nawo kuyaphikisana, thina bese sithi savota kungamalungelo ethu kanti sesiyalahleka futhi siyawuhlubuka umthetho kaNkulunkulu.

Lapho-ke uSathane ethola ithuba lokusiqasha sisebenzele yena kodwa singazi thina ukuthi sesiyizisebenzi zakhe.

UMzolite Sidney uthe: Kuleli kukhishwa izisu, kudlwengulwa abesifazane, izingane zinamalungelo adlula awabazali, izitabani ziyapepenyeka, izingane ezincane zihlela imindeni.

UStill Nguse uthe: Asingalokhu sikhuluma ngalo doti, ubabulele abantu.




Disclaimer:INews24 iqhakambisa ukukhuluma ngokukhululeka nokuzwakaliswa kwemibono eyahlukene. Lokho kuchaza ukuthi imibono yababhali bezingosi eshicilelwe kuNews24, akuyona imibono yeNews24.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Are you among the many South Africans who've added more tinned fish to their grocery baskets?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, pilchards is the new chicken
40% - 348 votes
No, I can't stand canned foods
60% - 519 votes
Vote
Rand - Dollar
18.60
-0.4%
Rand - Pound
23.24
-0.3%
Rand - Euro
20.00
-0.4%
Rand - Aus dollar
12.22
-0.0%
Rand - Yen
0.12
-0.0%
Platinum
970.65
-0.9%
Palladium
965.13
-0.9%
Gold
2,315.88
+0.1%
Silver
27.24
-0.0%
Brent Crude
83.16
-0.2%
Top 40
70,726
-0.1%
All Share
76,888
-0.1%
Resource 10
60,354
-1.1%
Industrial 25
107,507
+0.3%
Financial 15
16,746
+0.2%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE