Share

Indoda ayibhekane neshende likankosikazi - Umbono

Cape Town - Indoda yaseGoli izame ukubeka icala iFirstRand Bank ngemuva kokuthi umkayo ejole nenye indoda asebenza nayo esasebenzela leli bhange.

UDessie Ramnath ukholelwa ekutheni ibhange leli kumele limnxephezele ngobuhlungu adlule kubo ngenxa yokujola kukankosikazi wakhe emsebenzini.

Ijaji lisiphebezile lesi sicelo kanti ibhange lizishaye indiva izinsolo zikaRamnath.

Sibe sesibuza abafundi ukuthi gabe ngubani okumele asolwe uma izinto zinje, ngokwabo ukubona uRamnath bekumele alusingathe kanjani lolu daba.

Babeke kanje:

Hlengiwe PrudenceUmuntu kumele alungise ekhaya ngaphambi kokuphumela ngaphandle ngakho-ke uMnuz Ramnath akasole unkosikazi wakhe ngokujola hhayi ibhange.

Siyabonga Masiya - URamnath bekumele ahlukane nalo nkosikazi ngoba ukhombisa ukungathembeki, abayeke baqhubeke bobabili ngoba bamenza isilima yena akathathe okwakhe aqhubeke nempilo yakhe.

Sphiwe Sihle Mqadi - Ayikhohlwe indoda ngoba umfazi angajola noma ngabe ikuphi, mhlawumbe kade bejola uma besekhefini emsebenzini noma sebephumile hhayi ngesikhathi somsebenzi. Ibhange alingeni la.

Ncebakazi Nondayi - Kuyadabukisa okwale ndoda, kuzoshintsha yini ukuthi umfazi uyaqoma uma selimnxephezelile ibhange?

Mbukiso Skhumbuzo Malevu - Yena siyazwelana naye kodwa sengathi ungusomathuba kakhulu, umsebenzi wale ndoda ethandana nomkayo awuhlangene nokujolelwa kwakhe yena akalungise isimo noma ahlukane nomkamuntu kube kuphela ngoba akaseyena owakhe umuhlubukile.

Angakwenza ukumangalela umkakhe uma ikhona into enjalo kuphela. Kwasa leli cala nje liwumsangano iyipho yona lenkantolo ethetha amacala ahlanya kanje?


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

Disclaimer: INews24 iqhakambisa ukukhuluma ngokukhululeka nokuzwakaliswa kwemibono eyahlukene. Lokho kuchaza ukuthi imibono yababhali bezingosi eshicilelwe kuNews24, akuyona imibono yeNews24.






We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think corruption-accused National Assembly Speaker Nosiviwe Mapisa-Nqakula will survive a motion of no confidence against her?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, her days are numbered
41% - 483 votes
Yes, the ANC caucus will protect her
59% - 693 votes
Vote
Rand - Dollar
18.92
+0.1%
Rand - Pound
23.88
+0.1%
Rand - Euro
20.37
+0.3%
Rand - Aus dollar
12.31
+0.2%
Rand - Yen
0.13
+0.1%
Platinum
908.05
+1.2%
Palladium
1,014.94
0.0%
Gold
2,232.75
-0.0%
Silver
24.95
-0.1%
Brent Crude
87.00
+1.8%
Top 40
68,346
0.0%
All Share
74,536
0.0%
Resource 10
57,251
0.0%
Industrial 25
103,936
0.0%
Financial 15
16,502
0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE