Share

Konakele kakhulu kumaBhakabhaka

Mhleli

Ithi ngisike elijikayo lapha ngeqembu lami i-Orlando Pirates, ngikhala kakhulu ngabadlali abanomoya wezikhova engingazi kuthi bawuthatha kuphi.

UThabo Matlaba udlala ashiye indawo yakhe, u-Oupa Manyisa akaniki amafolosi ngendlela efanele knti uHappy Jele cha uyehluluka bandla nokuhlwitha ibhola lokhu ezitheni, akakwazi sdalwa sakhe.

Bheka nalolu daba: Happy birthday Siyabonga Sangweni

Ngikhuluma ngabadlali, angigxilile ezikhulwini, uSfiso Myeni akakwazi kwakona ukudlala. Uvele angazi nokuthi kumele aphasele bani ibhola. Ngizibuza ukuthi iphi iGautrain uTlou Segolela ngoba bekungconywana kukhona yena, ubesabisa ngejubane.

Izikhulu zeBucs kumele zazi ukuthi iqembu silithanda ngaphezu kwazo, zona zize ngemali. Kumele zichaze zisho ukuthi kwenzekani eqenjini lethu esilithandayo.



Yimi Okhathazekile

Muzi "Zero" Ngcamu




Disclaimer:INews24 iqhakambisa ukukhuluma ngokukhululeka nokuzwakaliswa kwemibono eyahlukene. Lokho kuchaza ukuthi imibono yababhali bezingosi eshicilelwe kuNews24, akuyona imibono yeNews24.


 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
31% - 487 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
69% - 1078 votes
Vote
Rand - Dollar
19.29
-0.7%
Rand - Pound
23.87
-1.1%
Rand - Euro
20.58
-1.2%
Rand - Aus dollar
12.38
-1.1%
Rand - Yen
0.12
-1.2%
Platinum
943.50
+0.0%
Palladium
1,034.50
-0.1%
Gold
2,391.84
+0.0%
Silver
28.68
+0.0%
Brent Crude
87.29
+0.2%
Top 40
67,314
+0.2%
All Share
73,364
+0.1%
Resource 10
63,285
-0.0%
Industrial 25
98,701
+0.3%
Financial 15
15,499
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE