Share

Kuphambana imibono ngomalume

Cape Town -  Sekukaningi kuthiwa azingathuthwa izingane ngamaveni kodwa.....Abantu abezwa.

Ngempela sabanjani singabantu, sijaha imali phambili sikhohlwe umphefumulo womuntu?

Ungazilayisha kanjani izingane ngemuva evenini engenoyi ngisho necanopy?

Yini ocabanga ukuthi kumele yenziwe manje ukuze kuvalwe ‘omalume’ abasathutha izingane ngamaveni?  

Baphawule kanje abafundi:


UCyah Dwayne Twala uthe: Ilula lento, amaphoyisa awenze umsebenzi wawo. Umalume ozotholakala egcwalise izingane evenini kufanele aboshwe, aphucwe naleyo veni; ngeke phela kanti kuyoze kube njani. Iveni akuyona eyokuthutha abantu.

U-Isitimela Sezindaba Ezimnandi uthe: Omalume abangavalwa bawusizo kakhulu emphakathini, uma bevalwa kuzolamba imindeni yabo kwande ubugebengu. Ukuthi nje la eNingizimu Afrika umthetho awuqinile, ukube umthetho uqinile ngabe akekho owenza ngendlela yakhe.

UBongah Sbuh Maphitha uthe: Umbono wami uthi kungagcono ukuthi umuntu ozotholakala elayishe izingane evenini ahlawuliswe noma aboshwe, noHulumeni kufanele ayoshicilele iSouth Africa Safety Act (SASA) ukuze ozotholakala enze lokho avalele iminyaka kuya kwemibili.

UNokulunga Khumalo uthe: Ave bexaka abantu ngoba bakhuluma into abangayazi, izingane sizigibeza amaveni ngoba engekho amatekisi ngasemakhaya;manje nisho ukuthi azihlale zingafundi yini, uma ubona uhlala endaweni engcono musa ukukhuluma ngoba anisazi isimo esibhekene naso hhayi ngoba singazithandi izingane zethu kodwa yiwona amaveni ahambela emakhaya nathi sithwalwa yiwo.

Disclaimer:INews24 iqhakambisa ukukhuluma ngokukhululeka nokuzwakaliswa kwemibono eyahlukene. Lokho kuchaza ukuthi imibono yababhali bezingosi eshicilelwe kuNews24, akuyona imibono yeNews24.

 

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
67% - 777 votes
No! It's time to move on ...
33% - 391 votes
Vote
Rand - Dollar
18.99
+0.1%
Rand - Pound
23.77
+0.1%
Rand - Euro
20.39
+0.1%
Rand - Aus dollar
12.42
-0.2%
Rand - Yen
0.12
+0.8%
Platinum
926.50
+0.1%
Palladium
986.00
-0.5%
Gold
2,347.68
+0.7%
Silver
27.67
+0.9%
Brent-ruolie
89.01
+1.1%
Top 40
69,080
+0.9%
All Share
75,020
+0.9%
Resource 10
62,965
+1.4%
Industrial 25
103,671
+1.1%
Financial 15
15,843
+0.3%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE