Share

Kuphambana imibono ngeSkeem Sam endaweni yeGenerations

Cape Town -  NgoLwesihlanu kudalulwe ukuthi iGenerations isiphelelwe yiziqephu, ngaleyo ndlela esikhundleni sayo sekuzodlala iSkeem Sam.

Kakade bekuthi uma kudlala iGenerations abanye bagcwale intukuthelo abanye bayishintshe negama bathi yiGenerubbish.

Sibe sesibuza abafundi bethu ukuthi njengobake usazothi ukungabonakali lo mdlalu, imi kuphi imizwa yabo ngalokhu

 

Abafundi bethu baziphefumulele ngalolu daba njengokujwayelekile.

Nakhu okunye ukuphawula kwabanye abafundi bethu.


Fred Mzwelistoz Mbhele: Ukuvela njalo kuka-Akhona, itiye elinezidakamizwa likaNoluntu, ukuthunjwa kuka-Akhona ethunjwa uSello, ukugxila ebutabaneni boSenzo, indaba zomthandazi nokugula kwaMnqobi, imbudlumbudlu yesisu sikaZodwa nokungazali kwakhe ngesikhathi, ukubuya kwaKenneth nokuthumba uDineo ezinye zezinto ezenza ngibone ukuthi noma inganyamalala iGenerations ngeke ibekhona inking kodwa futhi iSkeem Sam ngeke sivale lendawo ngempumelelo.

Buda P Ntanzi
: ISkeem Sam sani leso? Iyabhora lento nje kwaphela, bekungcono kona ukuhlanya kukaZodwa *enyanyile*


Makhulukhulu Mlu Hlubi: Kungcono ingabuyi ihambe umompela, ayikho nento eyifundisayo ezinganeni ngaphandle kokukhohlakala nokungahloniphi.

Ungazifundela okunye ukuphawula kwabanye abafundi bethu ekhasini lethu kuFacebook Izindaba News24 noma nawe uphawule.

Disclaimer: INews24 iqhakambisa ukukhuluma ngokukhululeka nokuzwakaliswa kwemibono eyahlukene. Lokho kuchaza ukuthi imibono yababhali bezingosi eshicilelwe kuNews24, akuyona imibono yeNews24.



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 


We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
67% - 902 votes
No! It's time to move on ...
33% - 439 votes
Vote
Rand - Dollar
18.73
+1.5%
Rand - Pound
23.40
+1.7%
Rand - Euro
20.06
+1.7%
Rand - Aus dollar
12.26
+1.1%
Rand - Yen
0.12
+2.3%
Platinum
924.00
-0.2%
Palladium
966.00
-2.5%
Gold
2,341.38
+0.4%
Silver
27.47
+0.2%
Brent-ruolie
89.01
+1.1%
Top 40
69,366
+1.4%
All Share
75,360
+1.4%
Resource 10
62,534
+0.7%
Industrial 25
103,980
+1.4%
Financial 15
16,105
+1.9%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE