Cape Town - Ngaphandle kukaBhaka noKelly kumaMetro FM Awards izolo ebusuku, abanye abantu bathi kubamangazile ukuthi kube uCassper nyovest oqoqe kakhulu izindodo futhi abeneme ngalokhu.
Abangajabule bathi izingoma ezifana neKoze Kuse neCall Out
yizona obekumele ziqoqe kwasani kuma-Award.
Wena ngabe uwubone kanjani umcimbi wamaMetro izolo, ujabule noma cha ngemiphumela?