Share

Kuyasiza yini ukukhuluma ngembangi entombini?

Mhleli

Ngithi angiphawule ngendlela yokweshela, uma ufuna ukuqonywa intombi kuyasiza yini ukukhuluma ngesinye isesheli kuyo?

Ngabe yiyona ndlela yini ukuthi usuzohlala njalo ulandela esinye isesheli ukuze ubone ukuthi senzani, yikhona uzogijima uyotshela intombi ukuthi usibanibani usenze ukuthi?

Uyazuza yini ngalokho?

Mina ngikholwa ukuthi isoka lizibekela okuyizethembiso zalo, hhayi ukugqamisa ezinye izesheli. Lokhu sikubona nakubaholi bezembusazwe.

Mhlawumpe ukubhecana kukhombisa indlela esingakakhuli ngayo kwezepolitiki, ukuthi umuntu ma efuna ukuvotelwa ahlale ebheka ukuthi yini azoyikhuluma ngomunye.

Akekho onohlaka lwakhe oluqondile lokuthi yena yini ayiphathele abavoti. Bonke babheke ukuthi ubani wenzani bese bekhankasa ngalokho.

Kusisizaphi thina ukuthi uhlale ulandela abanye ngemuva, kodwa kube kungekho oziphathele wena khona ozokwenza ma ungase uvotelwe?

Sesingaze sithi lokho kufakazela isisho esithi imoto ehambayo yiyona ekhonkothwayo, emile aziyinaki.



Disclaimer:INews24 iqhakambisa ukukhuluma ngokukhululeka nokuzwakaliswa kwemibono eyahlukene. Lokho kuchaza ukuthi imibono yababhali bezingosi eshicilelwe kuNews24, akuyona imibono yeNews24.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
67% - 946 votes
No! It's time to move on ...
33% - 465 votes
Vote
Rand - Dollar
18.80
+1.1%
Rand - Pound
23.49
+1.3%
Rand - Euro
20.10
+1.5%
Rand - Aus dollar
12.28
+1.0%
Rand - Yen
0.12
+2.8%
Platinum
923.40
-0.2%
Palladium
957.50
-3.3%
Gold
2,336.75
+0.2%
Silver
27.20
-0.9%
Brent Crude
89.01
+1.1%
Top 40
69,358
+1.3%
All Share
75,371
+1.4%
Resource 10
62,363
+0.4%
Industrial 25
103,903
+1.3%
Financial 15
16,161
+2.2%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE