Share

Makhwapheni ungazoba'Serious'

Cape Town - Okay, okay, okay...kulungile-ke usumnqobile, niyakhiphana noma uyakhishwa niqonde ezindaweni eziphambili zokudla niqede niye ehhotela niyoqedela ubumnandi, nibuke nezinkanyezi esibhakabhakeni, uyakitazwa iziqhomo zivakashela amadlebe, kuwuju zonke ziwushukela.

Emuva ushiye umfazi ekhihla esikanandi, izinto zimuncu. Mhlawumbe umshayile umnakwenu, mhlawumbe umshiye emtshele emehlweni ukuthi akasamfuni sekukhona wena skhokhorikho omthinta emanonini, omthinta kamnandi.

Zonke zimjojo, zifresh zihamba ngolayini.

Umkhahlele ngebhuzu wayowela le umnakwenu, kodwa kuthiwa izinyembezi zomuntu aziweli phansi. Sekuwuwena-ke manje umdlali ophambili weshashalazi kubukwa wena nibambene ngocikicane emaMall ziyakhipha.

Umbiza ngamagama amnandi obabie, sweetie, Sthandwa sam, honey, njll...

Uphumile umnakwenu, vele ubusuwazi ukuthi ubrothers lo ubenevrou ungakafiki wena wayikhipha okwakho bewukuthi  "hlukana nomakaLuyanda babie ngiyakuthanda kodwa ngifuna ukuba ngedwa kuwena."

OLUNYE UDABA:Ziqhenye uzazi dadewethu

Mawucabanga uphume kanjani umakaLuyanda? Kuthiwe babie angisakufuni asifake idivosi noma kuthiwe "ey ngikhathele ilo doti owupheka la endlini, amahembe ami uwa ayina o'double crease' umthetho wakho uyivila wena sf*** yazi ngamosha imali yami ngikulobola nxa arga maan lenebetholi, thwa impama esho ephuma ngomnyango ejahe wena "Miss perfect".

Yini efika emqondweni wakho? Kuyakujabulisa ukufaka ibhuzu enye intombazane?

Bathi isondo liyajikajika, uyofika u-21 year old ofresh wena usuno-40, uthi uyayikhenikha impahla enkulu ivele ifadalale kakhulu kunakuqala ususho nangeziqeda ezimanzi, sekushubile.

Phela opush up bra laba bafana namaphakethe amashibusi akwaSimba...ngicabanga ukuthi uyangithola.

Inyembezi zomuntu aziweli phansi kanti nesondo liyakikajika. Othi ngikuhlebele vele phela kuthiwa indoda ibhande lomtshelekwan, uma uyenza lento zidlalele ungafaki izinzipho ngoba uzogaxeka.

Bhasobha leyomoto izokushayisa #eziculela#

Ungazoba serious haibo #edlalisa ubhozo nekhanda#.


Ungaxhumana noMaNdaba Ku-fikile1ndaba@gmail.com naku-Twitter @FickelzN

Disclaimer:INews24 iqhakambisa ukukhuluma ngokukhululeka nokuzwakaliswa kwemibono eyahlukene. Lokho kuchaza ukuthi imibono yababhali bezingosi eshicilelwe kuNews24, akuyona imibono yeNews24.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho
                             

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

                                        







 
We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
67% - 938 votes
No! It's time to move on ...
33% - 455 votes
Vote
Rand - Dollar
18.81
+1.1%
Rand - Pound
23.51
+1.2%
Rand - Euro
20.12
+1.4%
Rand - Aus dollar
12.29
+0.9%
Rand - Yen
0.12
+2.4%
Platinum
922.90
-0.3%
Palladium
961.50
-2.9%
Gold
2,340.13
+0.3%
Silver
27.31
-0.5%
Brent Crude
89.01
+1.1%
Top 40
69,358
+1.3%
All Share
75,371
+1.4%
Resource 10
62,363
+0.4%
Industrial 25
103,903
+1.3%
Financial 15
16,161
+2.3%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE