Share

Ngabe uRodriguez uthengwe ngemali emfanele?

Cape Town - UJames Rodriguez waseColombia, owenza ezibukwayo kweyendebe yomhlaba, usesayine inkontileka yeminyaka eyisithupha kwi-Real Madrid.

IMadrid imthenge ngo-$108 million (80m euros) kwi-Monaco yaseFranace lo mdlali.

Sibe sesibuza abafundi bethu ukuthi bange le mali athengwe ngayo imfanele yini lo mdlali noma leli qembu lichithe imali?


Abanye babafundi bethu kanje:

USiyabonga Snolwazi Mabanga uthe:
 Imfanele

UZweli Goba uthe: Imfanele muhle ebholeni lomfana, bengifisa athengwe yiBarcelona nakhoke isukela lelizimzimu eliwu Surez

UBallack Sizwe uthe: Cha ayimfanele nhlobo lemali ufanelwe u-R6O million ngoba akekho ezingeni likaChristiano Ronaldo, Gereth Bale  noLionel Messi.

USbu Zulu uthe: Imfanele, uyavutha lowamfana futhi-ke usemncane yingakho bemnikeze inkontileka yeminyaka engu-6. Usazobulala abantu futhi ngiyazi maningi amaqembu abemgaqele.

USyanda Prince Dlamini Latha uthe: ukube ibafana bafana yangena ku-world cup, bese uKatlego mashego ashaya amagoli angu-7, yena bebezomthenga ngamalini?  IMadrid iyafana ne sundowns ngokumosha imali singekho isidingo.


Disclaimer:INews24 iqhakambisa ukukhuluma ngokukhululeka nokuzwakaliswa kwemibono eyahlukene. Lokho kuchaza ukuthi imibono yababhali bezingosi eshicilelwe kuNews24, akuyona imibono yeNews24.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do airplane mishaps have any effect on which airline you book your flights with?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, these things happen. I pick based on price
49% - 640 votes
Yes, my safety matters. I don't take any chances
51% - 672 votes
Vote
Rand - Dollar
19.10
+0.1%
Rand - Pound
23.77
+0.1%
Rand - Euro
20.43
+0.1%
Rand - Aus dollar
12.44
-0.3%
Rand - Yen
0.12
+0.1%
Platinum
920.40
+0.0%
Palladium
1,032.00
+0.6%
Gold
2,328.52
+0.3%
Silver
27.38
+0.3%
Brent-ruolie
88.42
+1.6%
Top 40
68,051
0.0%
All Share
74,011
0.0%
Resource 10
59,613
0.0%
Industrial 25
102,806
0.0%
Financial 15
15,897
0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE