Cape Town - Kuyaye kuthiwe uma unesithandwa sakho ungafuni ukuqamba amanga kumele uvele ucule noma udlale umculo.
Abanye uma benezithandwa zabo bathi badlala umculo weKwaito noma weHip Hop kuze bezogwema ukwakha amaMemories ajule kakhulu.
Uthi badlala umculo ovame ukungabi namlayezo otheni kuze kusasa bengeke babambelane amagqubu kuthiwe wena wathi....